Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwa Hlomuka

  • Hlomuka,
  • Ngidi,
  • Bophela,Busane
  • Fuyane, Mazinga,
  • Mlalazi kaNoxhaka,
  • Laka lathengwa ngembuzi,
  • Imbuzi kwakungeyempongo,
  • Wena bhaka laseMakhasi,
  • Wena nyoka zakhwela emthini zingenanyawo,
  • Wena nkomo zehla ngelengiso estikini,
  • Wen’okandunu mabukwa yombili abasezitheni nabasekhaya,
  • Dlokwe lendlovu,
  • Jiji Mankononkono,
  • Geza ngenhla abafokazana begeza ngezansi,
  • Mnguni!