clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Msibi 😍 Izithakazelo

Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwa-Msibi

Ndlondlo,
Mabuya, Guliwe
Ndlondl’eyadl’ubulongwe yalibala,
Siwela,
Gasa!

Previous

Msani 😍 Izithakazelo

Next

Msimango 😍 Izithakazelo

9 Comments

  1. Msibi
    Khathide
    Ndlondlo
    waKhota
    wena Welusendvo
    iNdlondlo ayibulawa yinyoka yekhaya
    iNdlondlo eyakhwela othini ingenanyawo
    iNdlondlo eyadla bulongo yalibala
    Gasa
    Siveskhulu saseyiNdlondlweni
    Mabuya
    Mabuya nengwe nengwe nengwenyama
    Ndlondlo baShise
    abashiswa nguwe bashiswa yizono zabo

  2. Ndlondl'eyadl'ubulongwe yalibala, what does this mean?

  3. Izithakazelo zakithy ngsthy zihlukene kaninginje

  4. E Swazini

  5. Kubonga thina ngokuvakashela i-website yethu.
    Uphinde ubuye nangomuso.

  6. siyabonga kakhulu ukusazisa nokusikhumbuza izinto zethu kuze nesizukulwane esizayo naso sazi ukuthi imvelaphi yethu isukaphi

  7. Siyabonga ngokusifundisa ngomlando wesintu.

  8. Badabuka kuphi abakwaMsibi?

  9. Siyabonga kakhulu mfowakini . Ngokuthi Nibuthelele Umlando wakithi oyiGugu kakhulu kithi Muhle!!!!!!!!!!!! umsebenzi wenu Qhubekani zingafi izinto zethu

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: