clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Nzimande 😍 Izithakazelo

Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwa-Nzimande

Mphephetwa,
Mdluli,
Ngwekazi, Gwala,
Mancama ngesinkw’esikhulu,
Wena owasukel’isigodo simuka nomfula uth’inyama,
Manda kulandulwa,
Vilakazi,
Xam’odla ngomsingizane,
Mhlandla!

Previous

Nyembe 😍 Izithakazelo

Next

Ama-Mpondo/Mpondomise

11 Comments

  1. And swati

  2. point of correction,uMphephethe not mphephethwa,oNzimande indabuko yabo isuka eSwazini lapho over 200 years ago kade bebizwa ngoNdzimande(iswati) obabamkhulu bashintsha bathy soNzimande masebefika lana eNingizimu Afrika.uMancama wancama ngesitho isikhulu.

  3. Ndimande abakwa Gcwensa

  4. Nzimande noNdimande abahlobene nakancane Mina uma a wam owkaNdimande washadela kaNzimande

  5. Nzimande noNdzimande into eyodwa le,ibizwe ngezilimi ezihlukene.Nzimande angimaz

  6. Nzimande
    Ndzimande into eyodwa le kwehluka ngba abanye bangama swati abanye ngamazulu undimande ay no no akahlobene nakancane nje no nzimande

  7. Ama swati kdwa akhona nama zulu

  8. Abo Nzimande abezulu or amaXhosa yun

  9. ingabe abakwaMadondo bahlobene yini nabakwaNzimande?

  10. Ngokucabanga kwami mfo baNdzimande bangamaSwati.

  11. Mfoka Zulu, ngithemba ukuthi uyaphila. Bengithi angibuze la. Mhlasimbe wena unalo ulwazi mayelana nokuhlobana kwalezi zibongo uma bukhona ubuhlobo nokuthi ungabe izithakazelo zakhona ziyefana na?

    uNzimande,
    Ndzimande
    kanye noNdimande.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: