Msani, Mqadi, Mpofana, Mpanza, Motha

Msani
Mtimande, Kunene, Majoka, Nxaba, Mbhekane, Madluvalo, Mthantathwa, Mnguni, Nonqewu,
Mgobhozi, Ntetha, Vangisa,
Mvuna, Mageza Ngobisi…

Mqadi
Mbuyisa, Hlobose, Nobela,
Sosingathi, Jakaja…

Mpofana
Ntombela, Zulu…

Mpanza
Thabekhulu, Sandanezwe, Nongalo,
Mavundla, Siwela, Dubandlela,
Soyikasi, Mzingane, Donda…

Motha
Mvulane, Nyamande, Thwala…

12 thoughts on “Msani, Mqadi, Mpofana, Mpanza, Motha

  1. Sibusiso mpanza

    Siwela mpanza donda singabesende lika mbamu ezalwa umakhosi enyoni

  2. nosipho mqadi

    imvelaphi yesibongo sakwaMqadi ezisondelene nazo ngingabonga ongangisiza

  3. mlungisi

    cha mina ngiyalahleka ngicela ongazi ngemvelaphi yakwavundla nokuzalana kwabo babesukaphi beze babela iNatal

  4. Phumzile ngxongo

    Mina ngicel ukwazi izithakazelo zakwaNgxongo ngobunjalo bazo njengamanje ngididekile

  5. Melusi mqadi

    Aycha nam ngisukuma nokubuzela, ngabe u”Mqadi Msani Mpofana Mpanza” ihlobo or….??

  6. Mina ngicela ukwazi imvelaphi ka Motha Mabetha wasemaNdebele kaMusi kanye nezithakazelo zakhe, kanti nokuthi wafika kanjani kumaNdebele?

  7. Mina ngicela ukwazi imvelaphi nezithakazelo zikaMotha Mabetha wemaNdebele kaMusi kanye nokuthi wafika kanjani emaNdebeleni njengoba manje eseyiNdebele ngokwesiko?

  8. Nomzamo Mbuli cha nami ngsukuma nokubuza izithakazelo zakaMbuli kanye nemvelaphi yazo nezibongo esihlobene nazo

  9. Gugu Mvuna

    Ngngajabula mangithola umunt wakwaMvuna owazi ukuxhumana kwabakwa Bhengu nakwaMvuna kanye nabakwaJali nokuth baphuma kanjan kwaBhengu ngyabonga

  10. Sipho

    ngifisa ukwazi ngesi bongo sakwa Nobela nezi thakazelo zakhona

Leave a Reply

This site uses Akismet to reduce spam. Learn how your comment data is processed.