Mkhize
1. Gubhela
2. Gcwabe
3. Zihlandlo
4. Khabazela ka Mavovo
5. Ngunezi Bamba aba Mbulazi
6. Sibiside
7. Sidaphudaphu
8. Nzalo ka Luzalo
9. Mlangeni
10. Gasela
11. Sishiya
12. Madondo
13. Mdephane
14. Dlamane
15. Sacolo
Abakwa Mkhize bahlobene nabakwa Dlamini, Mlangeni, Ama-Mpondo/Mpondomise bonke aba Mbo badabuka ku Sibiside kwabe sekuba nokuhlukana ngokwezindlu.
Kusho ukuthi uMkhize, uMagasela,uMlangeni,uDlamini, oNgwane, oHlatshwayo…bayahlobana?
Obvious kunobuhlobo
Ngiyajabula impela ukwazi imvelaphi ngesibongo sami mkhize.
kudala ngitshela oKhumalo noDlamini ukuthi bayinzalo kaSibiside uMkhize lowo.
Owh that means im related to my Man
Jha niqhuba uzalo
yebo SINGAMAMPONDO namaMPONDOMISE nama XESIBE siyinzalo KA NJANYA ozalwa ngu SIBISIDE WASE Mbo…
cha mina angihlobile khona
Hi cela ezaka Shongwe
Mina ngowakwa Mkhize ngiganele ka Dlamini,kshuth ngonile nj bakwe2?
cha angvumi thina nj sizimele asihloban namuntu la siwogcwabe nj khabazela
ha ha okusho ukuthi ibona aba faller under u Mkhize
Ngiyasithanda lesi sbongo ngithanda negama lami engaqanjwa lona ukuthi nguMagcwabe lokho kungenza ngingakhohlwa imvelaphi yami
yooo mine ngisthanda kakhulu, ngishadele kusona, abo mumbomhlophe, abo gcwabe,,, ngiyabathanda kakhulu!!!
Cela ukbuza basembo uDlamini ungenangaphi koMkhize?
Ngiyajabula ukwazi imvelaphi yami ngesibongo sami
Mina ngibuhlungu ngoba ubaba wengane yami ngowakwa dlamini mina ngowakwa mkhize
ngijabulile ngokwazi izihlobo zam kanye nemvelaphi yam ngyakuthokozela lokho kakhulu thina bo khabazela sengisho o gubhela phela njr
Ngyasithanda isibongo sasekhaya lokuth kungenza ngingakhohkwa ukuth ngingowakaboni ngiyalithanda negama lami engaqanjwa lona kaMkhize uMandolo waseMbo
Ngyaziqhaja ngokuba ithambo negazi loNgunezi nomlando waso…..
Mina I am a lost Mkhize. Ngakhulela eZimbabwe. Umama ngowako Khumalo, emanxeleni, ENtabazinduna koBulawayo. Ibizo lakhe ngu Thandeka.Ubaba ngowaKwadlangezwa. I believe that’s kwaZulu, Natal. I lost contact with the Mkhize side of the family since I was brought to Zimbabwe ngisamncane. I’ve tried to search for my father’s side of the family but in vain. Ubaba ngu Mduduzi Godfrey Mkhize. Kulomunye owazi ngami na? Any leads are valuable. Ngiyabonga.