Ngwenya, Gedeza, Mcambi, Vilakazi

Gedeza
Mnyandu, Nongalaza, Mpangazitha, Mngunyana, Mphankomo, Nyanda yemikhonto, Nondela..

Ngwenya
Madonsela, Mtimande, Kunene

Macambi
Mathaba, Cambi

Vilakazi
Mphephethwa, Mahamba, Sidlodlo, Ndabandaba, Binda, Gama
JILI: Vilakazi, Masengwa, Singawoti, Hlabangane, Mnqonywa, Mnyayi.
GWALA: Majiya, Khamanga, Khondlwane, Mdlovu, Matshinga, Ngwevu, Ngwavuma, Sihlase, Mphephwethwa.

18 thoughts on “Ngwenya, Gedeza, Mcambi, Vilakazi

  1. Ngicela ningichazele la ngoba ngokwazi kwami abantu baka Nzimande ngazi ukuthi oMphephethe {muphe ephethe}manje ngizwa bethi Mphephethwa. Okuyikona kanye ikuphi?

  2. Noluvo mathaba

    Mina ngcela ningisize ngingtshele izithakazelo zakwa mathaba ziphelele zizonke ngyani cela ningsize

    1. Sithembiso Mathaba

      Noluvo
      Mcambi, Mathaba, Ngwaqa, Thotho’muhle wena was Mlahleni wena owabonwa zilwane zakubalekela, Mayiba, Maboya, Mcambi kankani,

  3. kedibone mashigo

    ngicela usizo ngezibongo/izithakazelo zakwaMyaka sengizame ngahluleka ukuzithola lapha naku Google

    1. Sithi Gumede, Myaka,Mthanti kaMndonsela, shidi shidi elimhlophe elingangcoli amanye engcola,Chibi kalishi amanye esha,wenakaMazwane,wenakagubhokhulu,khatha khulu wena owahlula inkulumandla nengonyama.UMNYAMA BESUTHU. ngyengzwe besho kanjalo Myaka.

  4. Cebisile

    mina ngicela ningisize ngezakwa Vilakazi ngoba manje ngiyadideka ngathi zibizwa ngezindlela ezingafani please sizani

  5. Snabhela

    cela usizo ngezithakazelo zamantuli, omatshetshe, oty’imnyama elikhazikhazi laseNdombela abazaziyo eznye mabangene bongeze kuthiwa inkaba yabo ikwaZulu

  6. Zanele

    Ngicele ningisize ngezithakazelo zakwaGwala ngiyadideka uma sezifaka izibongo eziningikangaka bengazi uMzimande,Nomphephethwa

    1. MaGwala

      Singomphephetho, oNzimande, uMdlovu, uLukhashu….ezinye me lezi ezabanye oGwala.

  7. Thobeka

    Ngcela ningitshel izithakazel zakwa Sosibo nakhu ngingazitholi

  8. sam

    uma bethi vilakazi ,mphephethe,wena wengoti nengovuma wena owadla udade wenu wathi akanamhlehlo uneti bhabhakatana malinga khulu

  9. Nazi Myaka, Gumede, mthanti, shidi elimhlophe elingagcoli abanye engcola, chibikalishi wenakamazwane, ngubhokhulu khathakhulu wena owahlula izinkulumandla nengonyama umnyama besuthu, nami Myaka ngazi kungcine lapho.

  10. Lungile

    Ngiyacela bandla ningisize ngezithakazelo zakwa Methula sengibheke ngaze ngancama engizibonayo kuba uMathula n angifuni yena pls

  11. Norman Walter

    Ngicela ningisize ngezithakazelo zakwa Methula

  12. phiwayinkosi mathaba

    Ngicela ningitshele izithakazelo zakwaMathaba sezizonke

  13. Londa Mthethwa

    ngyaythanda lentokazi kodwa angizazi izithakazelo zayo…ngeyakwaMathaba. Ngcela ningipha

Leave a Reply

This site uses Akismet to reduce spam. Learn how your comment data is processed.