clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Ntombela, Ntuli, Mdletshe, Ndlovu

Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Xaba
Shwabade, Nonkosi

Ntombela

  • Mpangazitha,
  • Mahlobo,
  • Ntanzi,
  • Msangula,
  • Gebhezi,
  • Zulu,
  • Lukhwazi,
  • Mageba,
  • Hlongwa,
  • Mahaye,
  • Nodangu,
  • Sokhela,
  • Nzuza,
  • Khawula,
  • Mshazi

Khuboni
Maseko, Simelane

Ndlovu

  • Gatsheni,
  • Boyabenyathi,
  • Zingelwayo,
  • Mpongo,
  • Mthiyane,
  • Mdubusi

Ntuli

  • Mbhele,
  • Mphemba,
  • Nyathi,
  • Godide,
  • Ndlela ka Sompisi,
  • Sothole,
  • Gudukazi uyi Ncwayo,
  • Khuboni,
  • Guqa,
  • Masalela,
  • Mazimuzimu,
  • Mgwabini,
  • Langa

Jiyane-Lamola
Zinyane, Mthembu

Gambu
Memela, Msuthu, Nontuli

Mdletshe

  • Ngomane,
  • Msindazwe,
  • Nzamela,
  • Gwaza

Previous

Zuma, Zwane, Mazibuko, Ntshangase

Next

Khambule, Khoza, Sibiya, Jali

68 Comments

  1. Ngicela ukwazi kubantu bakwa jiyane ukuthi sihluka kanjan ngoba kukhona abantu abakwa jiyane abaqeda ukufika endaweni yangakithi basuka olundi, engifuna ukukwazi ukuthi bahlobana kanjani nabantu bakwa mahlinza ngoba mina ngazi ukuthi abantu bakwa jiyane bahlobana nabakwa thabede nabakwa thango, plz help

  2. hlelani mtshali

    sanibona ngicela onolwazi ngesibongo sakwasokhela angichazele dnoma onezithakazelo zakhona ngyabonga

  3. Andile khawula

    Ngicela ukwazi Khawula no Hlongwa bahlukana kanjani ngezithakazelo avebezalwa yindoda eyodwa ngabe uHlongwa unobukhosi bakhe noKhawula unobakhe?

  4. ngicela ukubuza ukuthi o khumalo bahlobana kanjani no mabaso

  5. Ngcela ukwazi ngabakwaManyathela umlando wabo

  6. tankiso

    ngicela isithakazelo seka ntombela mahlobo

  7. dingane

    umahlobo nontombela into eyodwa baba akuhlukani

  8. zama

    Ngicela ningisize ngezithakazelo zaka Sthole nezihlobene nazo

  9. Phumelele Simelane

    Ngiphoxekile ngifuna izithakazelo zakwa Simelane I internet inginika ezinye nje izibongo engingazidingi. Ezingangisizi ngalutho. Ngiuababongela ke noko.

  10. Sibusiso Zulu

    Ngicela ningisiza la uMaphumulo uhlobene ngani no Zulu futhi ngifuna ukwazi ukuthi bayaganana yini noma qha .

  11. slondiwe Ntanzi

    sacela usizo ngezithakazelo zakwaNTANZI nakhu ngilele phandle ngesbongo sakithi

  12. vusisizwe ndlovu

    ke lingichazele ngesibongo sakwa Mlevu ukhona osaziyo bakwethu

  13. Siyabonga

    cela kubuza kuthi basukaphi kahlekahle abakwa Ndlovu,ikhona inkosi kwa Ndlovu?

  14. whitey

    ndinesicelo sokufunelwa more yesiduko(zithakazelo) zamantuli,amatshetshe,ononguza, osinabhela,sababa,otyelimnyama laseNdombela ,Telela,ziyongwana, nkom’zimnyama neenkunzi zazo yidlani nithabile ningaphusi

  15. Zakhele Langa

    Ngicela ningazise ngabakwa-Langa, ikakhulu abavela e-Nquthu esigodini sase-Nceceni nase-Haladu, esifundeni sase-Mondlo

    • thaabsile tembe

      ngicela ningsize ngdidekil utembe no mthembu kwenzakalan

  16. bongani MAHLOBO

    ubaba uzalwa ePiet Retief ngazi bengamaSwazi qham thusu singamazulu.
    sizani bo singaze siduke ngoba lana ejozi izinto zimane ukwenzeka

  17. bongani MAHLOBO

    bakithi ngididekile mina ngizwakuthiwa Mahlobo, Thiyela, Mghabhi, Zikode Mpangazitha ingabe sihlangana kanjani no Zwane?

    ngoba abanye oMahlobo oNtombela Shomela

    • pennie

      Cela kubuza mpangezitha, nozikode into eyodwa yini mae “aike ngithule ngizwe”

  18. Siphiwe Malindi

    Malindi
    Vumisa
    Mashukumbhela
    Sonda
    Linda
    Mkhonto
    Nsele
    Intombiyamabele amade ancelisa ngaphesheya komfula, bathi umhlehlo yini umhlehlo ubhabhakazi usinda amadoda.

  19. M. Nyathi

    Bakwethu, mina ngicela ningisize ngezibongo zakwa Nyathi

  20. xolani mbuyazi

    ngicela ningisize ngoMbuyazi noDube ukuthi bahlangana kan
    jani noma kwasukelaphi beze bahlangane. nokuthi isiphi isbongo phakathi kwalezi, Mbuyazi, Ngiba kanye noMbonambi,

  21. Ngicela owaziyo angichazele ngesibongo sakwa Ntini no Gumbi ukuth kwenzeka kanjan bahlukana noma u Ntini waxabaniswa yini wayekelan ukubiz isibongo sakhe Gumbi ngoba wayeyinkosi yokuqala kwaGumbi

  22. Emmaj

    Ngicela ningisize ngo Mhlophe Nyathelaa Mvubelo

  23. hi ngicela ningipha izithakazelo zakwa xaba nonkosi mthiyane angiwazi nomlando wakithi

  24. Mbongeni Malinga

    Bantu abathandekayo, ngicela usizo mayelana nes’bongo sakwaMalinga, oThanjekwayo, ngicela nizisho ziphelele ngoba ngicabanga sihlobana nabakwaMlotshwa

  25. Mbhali othandekayo, make ngibuze ngendida kimi, uNgomane Mdletshe uhlobene yini noNgomane abamkhomba eSwazini ngobukhosi? Singathathana?

  26. Thokozani Mdletshe

    Mbhali ngicela ukwazi uhla lwamakhosi akithi kusuka kuNgomane kuze kufike kuMbongeni Mdletshe. UMsushwana uzala azalwe ubani? Akucace

  27. Lindokuhle

    Bengicela ningisize ngesithakazelo sakwa Motha

  28. kunokudideka kumina plz ngsizeni uNdabizitha isthakazelo esingena kuphi lesi sikuziphi iyibongo ngoba kazNtombela nathi siyasisebenzisa but nakwezinye iyibongo eyiningana bayasisebenzisa.Plz aningicacisele lapho nje

  29. Good kg nhleko opongolo

    Ngicela ukwazi umlando wesibo sakithi kwanhleko ukuthi sakhandeka kanjani?

  30. thulani

    mina ngicela ukwazi ngokuqhubeka kwezithakazelo zaseMdletsheni

  31. NGICELA OWAZI IZITHAKAZELOZAKA MLITWA ANGISIZE

  32. mpume

    Cela ukwaz kuth ngempela oNtombela mahlobo mpangazitha kuyiqiniso yin kuth bangama Xhosa?

    • Ndlela

      Anisiwona ama Xhosa okungeza kukhona abafunduka baya kwelika Xhosa .njengokhumalo,o Ndlela uyabathola eswazini but singama Zulu indabuko yethu

  33. Ngcela ukwazi ukut akangeni yin uYokothwayo kwaNtuli

  34. Phumlani Nzuza

    AbakwaNzuza akubona oNtombela. UNtombela owakwaZulu koMalandela kanti oNzuza basuka kwaNdebele nasebaSuthwini. UNzuza unguSokhela abahlobene ngalutho noNtombela. KwaNtombela babenomuntu okwakuthiwa nguMahlobo kanti abakwaNzuza ngoMahlobo ngoba babethanda ukuhloba uma begqokile.

  35. Nosipho

    Cela ningisiza ngezithakazelo zakwaNtanzi nozakwaZungu nizishozonke ziphelele. Celukubuza futhi ukuthi uMakhoba noZungu bahlangana kanjani ngoba ngathi inteyodwa

  36. Zwelakhe Mabika

    Mabika, Dinabantu, Mazalankosi, gida behambe, kungaka buyinda, Mthondomkhulu ozalamakhosi, wazala u gumede nososhangan

    • lindoh mabika

      ngyabonga mfoza kdala ngizfuna lezithakazelo… angaz noma zphelele lapha

    • THANDOH

      NGITHI ANGBONGE DINABANTU NGOKUNGIHLUBELA UDLUBU EKHASINI EKUTHENI NGAZI NGATHI THINA BO MABIKA.

    • ngithi angibonge Dinabantu ngokuthi usicobelele kwelabantwana ngobuthina ,thina boMabika abasebancane.ume Njalo!

  37. Hay Shandu u Ndlela ka Sompisi ko Ntombela eyy!! Mpazamo ingabe bona o Mahlobo bayiqaphelile yini?

  38. Mncedisi Simelane

    Nqedani bo. EzikaSimelane zihlangana njani noMaseko no Zulu. Kukhona engingakutholi

  39. Ntombela. Mahlobo, Mpangazitha, Manjanja, Faku, Lukhwazi, Sobahle, Mgamule, Malangabi, Nzobo, Shomela, Zulu!

    Malandela wena owalandela izinkomo zamadoda, wena ongahlobi ngento yomunye ohloba ngento yakho. Dlukula Dledle adle ngembizende abafokazane bedla ngezimfishane. S’shosho sika Phunga noMageba. Nina bakaHululu ngesisu savuk ‘umsende njengengubo. Wena sela lakomkhul’elagaqa ngamadolo aze aphucuka, Sithuli sikaNdaba !!!!!!!!!

    • sbonelo ntombela

      Ay! Ngyazibongela bafo!!!

    • Nana Ntombela

      Ngyabonga Mpangazitha wabonga ngendlela engiyaziyo!!

  40. jabu

    khanincede ngokhumalo olibhaca….mntungwa ndabezitha umzilikazi kabashobane udondo lweziziba help mi ngalo u khumalo

  41. Sanelisiwe maMahlobo Hlongwa

    Webo Mageba ngabe siyazalana yini no Hlongwa

  42. UNtombela, uZulu noQwabe bazalwa uMalandela.

    • Tholokuhle Ntombela

      I am also confused ukuth U Malandela wayezala noma wayengumfowabo kaNtombela. I have read different articles online but azisholo izintonto ezihlukene. But what makes sense to me yilokhu okuth uMalandela wayezala uNtombela. Because i dont think ukuth kungaba khona uMalandela ezithakazelweni zakwa Ntombela ekubeni bebengabandawonye.

      Bengsacela umuntu ozongicacisela

      Ngyabonga

      • Nkosiyomndeni

        ULuzumane uzala UMalandela UMalandela azale uNtombela uNtombela azale uZulu Nkosinkulu

      • Mhlungwane

        UMalandela wayewumfowabo kaNtombela. UMalandela wafa kuqala washiya ezele uQwabe noZulu

  43. nokwazyM

    Hey pple plz help me I want 2 kno if Ntombela/ mahlobo is related to Zulu surname, m very confused

    • Wendy Mahlobo

      Yes We boMahlobo are related to the Zulu’s google Mahlobo clan history and you will see

    • Mzoneli

      Ngicela mina ningibhalela ithakazelo zakwantombela

    • Thando

      Yes zulu nd ntombela thr ar rlated

    • cinayo

      Well I think they are related even though some use the clans as their surnames

  44. Asilungisane kancane nje, bangani, o Mdletshe impela oNgomane, Msindazwe, Mfuyi Wamatshe abanye befuye izinkomo, baseZisayini. Kodwa-uNzamela no Gwaza akuqondananga nabaDletshe

  45. Mzamo
    Siyabonga isengezo sakho, ungake futhi ucinge kulo lelikhasi u ‘Ngobese Mqungebe’ sizamile nokufaka umlando wakhona omfishane.
    #Mbathastan

  46. Mzamo Ngobese

    izithakazelo zakwaNgobese

    MEHLOKAZULU
    KASIHAYO KAXONGO KAMDLABELA,
    SOTHULISA, GAMNDANE KAXONGO,
    DELAKUBUSA AKHETHE UKUHLUPHEKA,
    WENA WAKWANYATHI INGALALA
    NGECELE KOBE KONAKELE, MQUNGEBE
    ONEZIFUBA EZIMBILI ESAMANGA
    NESEQINISO. NTINDA WASENTUZUMA,
    WENA OWAPHUMA NGENONI
    EMGODINI, DONGA LWAMABHULE
    MLAMBO

  47. Thobile Mbatha

    Mbhali ngicela uqedele izithakazelo zakwaNdlovu… Ngiyabonga

  48. Izithakazelo zakwa Ndlovu

    Ndlovu, Gatsheni,
    Boya benyathi obusonga busombuluka,
    Mpongo ka Zingelwayo,
    Ndlovu ezidla ekhaya ngokweswela abelusi,
    Nina baka khumbulamagwala,
    Sihlangu sihle Mthiyane,
    Ngokuthiya amadoda emazibukweni,
    Nina baka Mdubusi

  49. Mahlobo
    Abantu bakwa Mahlobo kusengabantu bakwa Ntombela:
    Ntombela
    Zwana
    Sobadli
    Nzobo-Dambuza
    Ndlela ka Sompisi
    Mgamule
    Maphungwana
    Nkanankana
    Nkamfu

    • Bongani Ntombela

      UNdlela ka Sompisi akangeni kwaNtombela

      • teacher

        Ngicela ukuwhatsap nawe Bafoo ntombela

        • bongani mfungelwa mahlobo

          060 778 4082
          072 657 4181

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: