clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Ntumba

Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Mdumela, Dabula, Nzima, Hlase,
Shiki onjenge hlabathi,
Mabhala ngosiba abanye bebhala ngepensela,
Nkonjane ebika izulu liphenduka.

Previous

Ndebele of Musi

Next

Mkhwanazi

17 Comments

  1. Ngicela incazelo ngobuhlobo phakathi kukaNzima noMazibuko ngoba ekhaya bathi asihlobene. Manje sengize ngaba nengane kwaMazibuko.

    • Ngokomlando wakwaMazibuko oNzima bahlobene nabo.

      Mina nginguNzima kanti futhi noBaba uthi thina asihlobene neze nabakwaMazibuko. Thina singo-Nzima, Phakathi waboNkosi,….

  2. Mbulawa Skhosana

    ngi bawa ningipha iintakazelo zakwa Skhosana DLUDLU.

  3. sinqobile

    Cela izithakazelo zakwaMatshika

  4. philani

    hmmm kant o nzima oban kahle kahle ngboba khona abafaka o mazibuko kube khona oshamase ngyadideka manj http://www.accuweather.com/m/Quick-Look.aspx?p=samand&lang=en-us&loc=cityid:298999

    • Swazie Nzima

      Actually engingakusho ukuthi nam ngyakwazi lokho.Mina ngingu Nzima Phakathi.kukhona engibaziyo oNzima Siyaya

  5. Siphokazi

    Nkwali Bukula Mkhwanazi…..bahlangana kanjani ooMkhwanazi noo Nkwali?

  6. Bongani Ntumba

    Background of Ntumba and originality please Sir.

  7. NGICELA UNGIPHE UMLANDO WAKWANTSHALINTSHALI

  8. nomvula ngcobo

    ngicel ungipha umlando wakwaNGCOBO nowakwaMVUBU

    • Mbongeni Ntshalintshali

      izithakazelo nomlando wakwaNtshalintshali

  9. Sam madela

    Ngibingelele bengisacela ungisize ngomlando waka Madela nezithakazelo

  10. Jack Mzimbhili Labase

    Dambuza Mhlophe Mthabathe

  11. Mlondolozi Ntumba

    UNtumba uBuhlase (Not Hlase), mabhala NGOZIPHO (Not ngosiba)

    • Mlondolozi
      Siyabonga Ntumba ngokuthi ukhanyise, nathi asikwazi konke kodwa sibhala lokho esitshelwa abanikazi baleso naleso sibongo. Sizocela futhi ugcwalise lapho kushoda khona ngo Ntumba.

      Mbatha-Stan.

      • Sakhile Ntumba

        ONtumba, oMdumela, Buhlase, Nzima emnyama engeNyamazane, Buthongo bakwaBulolokazi, oBhubhulandaba namhla bengenandaba, oXamu abadla umsingizane, Zinkonjane ezibika izulu liphenduka, uShiki onjenge Nhlabathi.

    • Mkhokheli

      Mduduli , zongoma , qhawuzela , maphungo , mdombothi , bantwini , nambili , wena Mkhokheli owadidula abantu begibel’ u godanga Nzima ngombala langesisindo

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: