Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Indlovukazi Yase-Sheba

UMLANDO uthi uSolomoni kwakuyindoda eyayi nokuhlakanipha okukhulu emhlabeni wonke, wayethandana neNdlovukazi yase-Sheba, eTopiya (Ethopia). Lobu bufakazi bulotshwe eBhayibhelini Amakhosi okuqala 10:1 (1 Kings 10:1).


isipho se golide iNdlovukazi eyasinikeza inkosi uSolomoni

Indlovukazi yaseSheba ayifikanga ilambatha enkosini, yafika nomnotho waseAfrika ngengoba kulotshiwe: β€œyanika inkosi amathalenta egolide ayikhulu namashumi amabili, namafutha ebhalsamu amaningi kakhulu, namatshe ayigugu; futhi ayengakaze abe khona amafutha ebhalsamu anjengalawo indlovukazi yaseSheba eyawanika iNkosi uSolomoni.”

Nanka namafutha enani elikhulu ayeyi-sipho 

Sisazoqhubeka sikhulume ngomlando wethu sizwe esinsundu. Kuningi okwafihla ondlebe zikhanya ilanga okumele sikuveze kuphumele obala.