Mansa Musa

Lena indoda eyayicebe ukudlula bonke abantu emhlabeni ngaphandle kuka-Solomoni.
Futhi nakulesi sikhathi esiphila kuso akekho ocebe njengaye.  Izimali ezishisiwe zika-Bill Gates no Warren Buffett zihlanganisiwe ngeke zilinganiswe ne ncebo kaMansa Musa.

uMansa Musa kwaku yindoda yase Mali eAfrika. Incebo yakhe yonke isiphelele yayibalelwa ku $400 billion.