clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Izithakazelo Zakwa Mkhonto

Izithakazelo Zakwa Mkhonto

Mkhonto,

Zikhali,

Khanyile,
Magwaza,
Ndabezitha,

Mbulazi,
Ngwane elihle,
Wena owakhiwe elangabini elingadiliza izintaba,

Wena owadalelwa ukunqoba izitha,

nina benduku ebukhali engageji,
Nina enibahle njengezihlabathi zolwandle,

Hlongwane,

Wena owabuka bemhlasela ebsuku wagadla konke kwangasali nenkonyane yakhona,
Wena owabukana novalo esitikini lishona waphuma wedwa lisa.
Manqoba,

Mnikazi wempi
Mkhonto Omuhle!
Mkhonto uhlaba magwala,
Magwaza kaZulu!

tags: Mkhonto clan names, izithakazelo zwakwa Mkhonto, Mkhonto clan praises

Previous

Ndlela Clan name 😍 Izithakazelo

Next

Izithakazelo Zakwa Makhanya

6 Comments

  1. Mkhonto nyanzane Mpandezelanga Mkhonto ogwazayo ogwaz’inyamazane hhay umuntu Maphanga mbimbili

  2. Mkhonto

    Mkhonto,
    Zikhali,
    Khanyile,
    Magwaza,
    Ndabezitha,
    Mbulazi,
    Ngwane elihle,
    Wena owakhiwe elangabini elingadiliza izintaba,
    Wena owadalelwa ukunqoba izitha,
    nina benduku ebukhali engageji,
    Nina enibahle njengezihlabathi zolwandle,
    Hlongwane,
    Wena owabuka bemhlasela ebsuku wagadla konke kwangasali nenkonyane yakhona,
    Wena owabukana novalo esitikini lishona waphuma wedwa lisa.
    Manqoba,
    Mnikazi wempi
    Mkhonto Omuhle!

  3. Mkhonto ongahlehli

  4. Mkhonto madlha ngo thi gudu leli hlata nje nge nxoshana leli hlumayo

  5. Mkhonto
    Maphanga,Masumbula,Mlonyana
    Bele lelidze mgaja gaja lela wela nge sheya kwe mfula

  6. Mkhonto Gidi kanhlalwane

    Malungu'uzudongandukuwela

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: