Izithakazelo zakwa-Khanyile

Izithakazelo zakwa-Khanyile

Sothole,
S’tshopo,othi udl’inkomo kanti udl’impisi,
Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
Odl’isinkwa esinothotho,
Mahamba kancane Sogodi,
Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,
Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,
Ntunjwa kaLanga,
Mthiyane,
Ndwandwe,
Zikode, Mabhuqa,
Ngwane,
ULanga ongenandlebe angaba nendlebe weza nonina,
Inhliziyo eyasala ezaleni kwasa bayicosha ngakusasa!

One thought on “Izithakazelo zakwa-Khanyile

  1. SIBONGISENI INNOCENT KHUMALO

    Hi i want to know that how is hlongwane and khanyile relate ?

Leave a Reply

This site uses Akismet to reduce spam. Learn how your comment data is processed.