Izithakazelo zakwaMahlinza
Jiyane,
Zosongo, Mkhathini,
Mkomo, Magolwane,
Nonzwenzwe wamanzi,
Malunguza kuvele inyama,
Mgwalini!
Others know them like this:
Izithakazelo zethu zithi mahlinza makhonkwane sikhumba socwatha mbuyazi dube elimthende Uma lingemthende imbongolo Nina okwakhala abafazi bengaphesheya komfula bathi emyeni nonzwenzwe wamanzi magolwane !!
Bongani Mahlinza
Izithakazelo zethu zithi mahlinza makhonkwane sikhumba socwatha mbuyazi dube elimthende Uma lingemthende imbongolo Nina okwakhala abafazi bengaphesheya komfula bathi emyeni nonzwenzwe wamanzi magolwane
AsandaNolwandleMahlinza
Mahlinza, yithi labo
β€????