Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Akasoze lyrics Joyous Celebration

Phakathi kwezinhlupheko kukhon’ ameva ahlabayo
Into engiduduzayo, ucabanga ngami.
Uyacabanga ngami, Nkosi wena ucabanga ngami.
Mina angesabi lutho, wena Jesu ucabanga ngami.

Owuqalile umsebenzi uzowufeza empilweni yami
Nom’ usathane ehlasela, ngiyamethemb’ owaseCalvary.

Msindisi wami wongihola
Obambisisa isandla sami,

Akasoze angidele owangifela eCalvary.