Izithakazelo zakwa MsaneΒ
Mtimamnde,
Kunene, Majoka,
Nxaba kaMbhekane owabhekana nokuhlupheka,Β
Madl’uvalo lwengonyama abanye bedl’olwenkomo,Β
Mthantathwa,Β
Mnguni wasOndini,Β
Wena kaNonqewu,Β
Wena kaMgobhozi,Β
Ntetha, Vangisa,
Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi,
Mvuna!
Leave a Reply