Izithakazelo zakwa Myaka

gumede,

mayaka,

mazwana,

mthanti,

chibikalishi amanye amachibi esha,

madamu ayadonselana,

omabhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela,

shidelimhlophe. qwabe ngonyama!