This blog is for all African's who love their culture & heritage

Izithakazelo zakwa Makhunga

MAKHUNGA ,khathide ,sobahle,lugodo alushi lusha ngoba selubaselwe ,MAKHUNGA owakhunga izimbila emgedeni zaphuma zingenamsila Nana muhla azinamsila,Nina enaphuthwa ubukhosi ngenhla yobunono ,lindisa,phethela

Previous

Izithakazelo zakwa Mhlaba

Next

Umlando wakwa Makhunga

3 Comments

  1. WS MAKHUNGA

    Thina sithakazela sithi futhi Mncadi, ekhaya eMsinga, kuthiwa yise MaNcadini. Mncadi, Mondi kaMndaba, Sobahle

    • Mahlase Sando

      Ngiyakufakazela WS. Thina esakhe nani sinazi kanjalo.

  2. Ntombi

    If anyone can help ngazo izithakazelo zakwa Makhunga ngingabonga

Leave a Reply

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: