clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: August 2019 Page 2 of 10

Zindela clan names

I would like to know more about my clan names

ngicela ningisiza ngomlando wesbongo sakwaMbona nomsuka waso

ngicela ningisiza ngomlando wesbongo saKwaMbona nomsuka waso

Manana Clan Praises

Manana, Mcusi, Mbuyisa yamambane nina enidla nicakathise nibeke enzansi kwenkaba sbankwana simqumbeyelana singabamahoboshelana slambile ndlondlo lemyama eyadla ubulongo yaliba Mabele made ancelisa nangaphesheya komfula uMcusi wendlukulu akangakanani nasentendeni yesandla uyanela inyoni ezimbili enye yabheke zansi enye yabheka phezulu Manana Mcusi wendlunkulu!

Khalanga

Isthakazelo sako mpala

Bhala clan

Bhala

Dududu

izithonga ezintathu

esesine yi mpazamo

u Nomeyisi

u Thombela u Sgwaqu

inyoka emnyama eyangena emlindini ….kanti ngowe Rhamba

Izithakazelo

Ngfuna ukwazi ngesibongo Saka Shabalala

Makanda Clan Names

Xhanga, Khetshube
Mhlambi olala intake Kazi zolalaphi na utshile nje

SILANGWE Clan Names

Silangwe esinoboya emadolweni
Ndukuda ka Sothongothi
Msithi, Jayiya, Ntobela mbhabhama, Siwisa
Mabelekwa nge tawuli, Zotsho, Mlawu, Chutshela isihlobo semamba, O Nkanda zinde zide zinemiqala ongenayo ufuze ko-nina!
Silangwe !!!

Izithakazelo zakwa Mbanjwa

Mbanjwa ,

Khathini,

Sama,

Ngonono,

Sojobe,

Ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane eziphapha phezulu,

Omancisha kancane ngoba beswele izinkomo,

Nina enaphekwa netshe kwavuthwa itshe kuqala Nina nagongobala.

WHERE DO THE MTHIYANE COME FROM

MTHIYANE FIRST PEOPLE

Page 2 of 10

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: