• Madonsela,
  • Kunene
    Mntimande Bhambolunye
  • Zabambili zeza nonina ekhabonina
  • Amayenge ngamayengetha
  • Athi edl’ umuntu ab’ eyenga ngendaba
    Ogasel’ onkomo ningi
  • Msingizan’ omile sangweni,
  • Wamile gceken’ owakusiselwa
  • Nowuthandayo uyazidosulela.