clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Sibanyoni Mathetha Malambule

Sibanyoni Mathetha malambule khozakhulu Ncuncu ephuza kwezinde iziziba ngoba kwesifushane ingabuya nodaka mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezihlengelo zomfula.Nyoni eyakha kabi yabhekisa umyango ngasemfuleni abanye bathi yibambeni abanye bathi yiyekeni ukwenza kwayo. Dada elabhula amanzi abafokazi baphikisana bathii nibone ngani wathi umathetha kubonakala ngamanzi ukudungana.

Previous

Izithakazelo zakwa Ntsimbi

Next

Zangwa clan names

3 Comments

  1. Thembinkosi Sibanyoni

    This makes me angry you writing it in Zulu language which makes it completely wrong

    • Simphiwe

      Kungcono ukunesingisi

    • Siphiwe Sibanyoni

      Thembinkosi am looking for the right language please. It’s Siphiwe Sibanyoni

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: