This blog is for all Africans who love their culture & heritage

Izibongo Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko Direto Sinanatelo

Mathabela

Ntongande!!!

Previous

Umlando wakwa mzileni

Next

IZITHAKAZELO ZAKWA TSHUMA

1 Comment

  1. Mathabela !
    Mthembu kaSodiza
    Wena Kayimayimayikazi
    Mdungandaba wamabandla
    Wena Ntabezimahwanqa, ezingadliwa nkomo ezidliwa nama phiva nama shongololo Wena Kathole gqabula amanye ekhulekiwe
    Wena gqiza nganhlanye abanye begqiz’ izindawozonke
    Mgangane
    Ntsele
    Ntongande
    Mchobozawele
    Mashoba
    Nyaliza
    Nongoda, owagojela amadoda eNcome
    Wena kaNomageja enyakeni
    Wena weBhuqe elimnyama LikaNomageja
    Nina benyon’ edlemathunzini esandlwane
    Nina bejuba lenja emangongo emawelawela
    Nina baka Hululu owehla ngesilulu engweni
    Nina bakaLukhozi, noMagatsha benoShikashika kaNongoda

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: