Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Singo snqanda kadephula masisitheka. Umgobhozi omhle wasemthandaneni, mvulana yana ngobusimuku kwasa sekubonwa ngezikhukhula. Singo hlase ,thuse zilinkomo ,onala amampembe amhlotshana okungathi awahambi mahlabathini. thwaleni ,luqe ubambo lomhlehlo umsana wenyama.