clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Day: 4 February 2020 Page 1 of 8

Mhlongo clan praises

Izithakazelo zakwa Mhlongo

Makhedama!
Soyengwase!
Nina bakaBhebhe kaMthendeka
Nina bakaSoqubele onjengegundane
Nina baseSiweni
KwaMpuku yakwaMselemusi
KwaNogwence webaya
Zingwazi zempi yakwaNdunu
Njoman’eyaduk’iminyakanyaka
Yatholakal’onyakeni wesine
Yabuye yatholakala ngowesikhombisa
Langeni
Owavel’elangeni.

Ziyatholakala izikibha: 061 868 5163

Mhlungu Clan Praises

Izithakazelo Zakwa Nhlapho
Nhlapo!
S’gegede
Nongombhili! ingabayinye, weza nonima!
Mabulal’ umuntu am’hleke, athi, “ngibulel’ okukhahlambana”.
Ndaba
Dub’ elimthende
Nkwali zenkosi ezona ngokwendela kubafokazana
Umathunzi-made okwensim’ yelala!
Umagotshw’ egotshiwe kwabakwamlambo!
Wena kamavundla
Mbhonani
Umwelase ngokuwela impofana nothukela!
Mwelase ongaweli ngezibuko …. owawela ngezihlengela zomfula
Umadl’ umkadadewabo, athi, “akanamhlehlo! onomhlehlo ngubhabhakazi!”
Umsongansimbi ayibek’ ebunzi khon’ amagwala azombalekela.
Kwanhlapo umgoqo kawusavalwa, sekuvalwa ngamakhanda amadoda.
Mlambo!
Nina bakwamveli!!!

Izithakazelo zakwa Mbotho

Izithakazelo zakwaMbotho

Mbotho,
Mazama,
Mtshikilana/Mshikila,
Mpula,
Nsindani,
Myalo,
Tolo,
sibasa manzini kuvuthe umlilo
malandelwa intombi ithi ndizeke
ontangana kayiphenjwa iphenjwa ngenyama
Ntothoviyane omazinyo aluthotho

amaMbotho asezingolweni,nakoNZIMAKHWE
Mbotho
Mshikilana
Dlangamandla
Mazama
Tolo
malandelwa into ithi ndizeke
sibasa manzini kuvuthe umlilo

amaMbotho aseMzimkhulu
Mjuqu
Mbotho/Mbothwe
Mtshikilana
Nqgiza
Jileka
Matalankosi

Mbotho aselusikisiki(SOGXABA,NONTWANA,HLEZA,BLAYI BANINGI KAKHULU)
Yalo/Myalo
Mbotho
Mazama
Mtshikilana weTolo
sibasamanzini kuvuthe umlilo
malandelwa intombi ithi ndizeke

amaMbotho aseNggeleni
Bango;maningi amayalo

eMqanduli naseMthatha
emayalweni
Mbotho
Mtshikilana
Myalo
Mazama
Thoyana
ngcakhwe
fulela mfazi olivila kuyanathwa
sibasa manzini kuvuthe umlilo

amaMbotho asemaXhoseni
asebenzisa amaVan njengalawa nje
Vuke
Mfeya
Xaso
Nakani
Pama
Mabhengwana
Mzukwa
Sukwana
stemela

Ngcingwana/Mjuqu ukwaBhaca
Mpitshana kwelamaxesibe noJileka

Izibongo zakwa Mthombeni

Izibongo zakwa Mntambo

Izibongo zakwa Muthwa

Izibongo zakwa Mashinini

Izibongo zakwa Mthiyane

Izibongo zakwa Cele

Cindezela lapha ukwenza i-order ngo-Whatsapp

Izibongo zakwa Khoza

Page 1 of 8

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: