Izithakazelo zakwa Madondo

  • Mnquhe !
  • Wena waseQhudeni,
  • Zikode kaNgaba,
  • Mwelase !
  • Mpukane kaMgedeza,
  • Wena ongawudli umbele odliwa abalandakazi,
  • Wena ongaweli ngezimpambosi, owela ngezibuko !