clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Day: 9 September 2020 Page 1 of 2

Izithakazelo zakwaDlamini (eSwatini)

Dlamini, kwange,mlangeni,wena kasobhuza,oncwaba siza ngomlandakazi,sizukulwane sikanobamba,osidlubula dledle siyabapha suyabadlukula,wena wekunene

Izithakazelo zakwa Giqwa ? Giqwa Clan Names

Izithakazelo zakwa Giqwa, Giqwa Clan Names

Gcwanini,
Sibewu,
Salakulandelwa,
Rengqwa,
Vezi,
Dibindonga,
Bhincel’ehlezeni,
Ngxongxothwane,
Mja,
Ngoma,
Miya!

IIMBONGO ZEKHETHU KWA- SONGO (Ndebele origin)

Songo Msimanga Mbhandeni Mphethu kaNkulu iKani ,ngeyamaSumanga ngeyamila iziphono ezimbili kwathi yesithathu yamila ephandla iKomo enengi ngeyeMasimangweni ,ngu Sikhukhula ngozo unombaqaniso, unyawo zimasese, ekhethu Kalanga*libalele kaSilembe unhluthu kazigudwa zigudwa ngamakariya, ngumLayedwa koSenzangani ,kaThabizolo Nokosi Mlotshwa, umaBeletha Kosi, Ngusikhumba asemBathwa bafokazana semBathwa : zinGgonyama namaKhosi Mbathangwe,eKhethu asivali ngazivalo sivala ngenhloko zabafokazana,Mbhandeni Mbinakomo {isizwe sekhethu samaNdebele}

Izithakazelo zakwa Tiya

I would like help with knowing my clan names. Thank you

Izithakazelo zakwa Ndubane? Ndubane Clan Names , Iziduko zako Ndubane

Izithakazelo zakwa Ndubane, Ndubane Clan Names , Iziduko zako Ndubane
Ndubane, mabuya, lushaba, mphikwa, magida, sohlala, mwandla, shlabathi sasolwandle, dube elimyama emabomvini, elivomvu eladukayo, masoka, emdeni, mabuya, mabuyaze, singoMagida, omagida odakeni kushunqe intuli… Ndabeni, mabuya

Abanye bathi ziphelele uma zikanje:
Mphikwa, Magida, Sohlala, shlabathi sasoLwandle sizukulwane soNdubane, Dube, mabuya, lushaba, lushaba kaAbraham, Abraham kaJohannes, johannnes kaShayile, shayile kaSaul, masoka, mwandla, ,nina enabhekisa amakhanda phansi kuhlehle izitha,enahliphizโ€™ibuthu lezitha ngomkhuleko, nina enaGuqa phansi ngeDolo nikhuleke kungelula, omaMemeza kanye kuzwakale, oMthembeni uThembekile, ndabeni, Magida, oMagida odakeni kushunqe intuli, nina enaSondeza abangasondezwa niphinde nibehlule futhi, oNdukwane ndukโ€™eNcane, omabona ebumnyameni, Mabuya,ndubane, emndeni amandubaneni !

Izithakazelo zakwa Mbutho ?

Mbutho,
Dlaba,
Thokozi,
Zinya,
Mzingani,
Mthunzi omuhle ophumula squnga esihle esizalela amasakabuli
amatshitshi namajongosi
Thekela ngonyezi ngoba usaba isihlebo! ?

Izithakazelo zakwa Ndala ? Ndala Clan Names

Izithakazelo zakwa Ndala, Ndala Clan Names
Ndala urhadasi uxongela xabe elabindisilo mfazi wamabele amade owamunyisu mntwana ngaphetjheya kweligwa nelingwanyana ngu menyuka nomlambo bathi usoba yala ubhadeni nge khwapha ubhade amathumbu we ndoda yinyoni sakhabula eyakhela abaphambukeli yahloma umlomo edodotjheni yadinda phasi yadinda phezu mazilakwimba inga mfazo nobukhwele ngumalila angakabethwa NguNdala

Isduko samaVundle ? Vundle Clan Names

Isduko samaVundle, Vundle Clan Names
Vundle,
Bhayi,
uKhetshe,
uMkhumbeni,
uGwaca,
uMsuthu,
uMvundle,
uKhayisa !

Izithakazelo zakwa Magadlela? Magadlela Clan Names

Izithakazelo zakwa Magadlela, Magadlela Clan Names
Faku
Thahla kaNdayeni
Ndamase,
Nyawuza,
Nqunqushe,
Ziqelekazi,
Abahlamba ngombende amanzi ekhona
MPONDO.

Lozwa Clan Names

Ngicela izithakezelo zakwa Lozwa

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: