Izithakazelo zakwa Mthembu, Mthembu Clan Names
Mvelase,
Jama kamnisi,
Qhudeni,
Mnisi wey’mvula ilanga libalele,
Wena ongawadli amathibane ongadla amathibani ngabe indlala iwile Mabaso
Month: October 2020 Page 2 of 3
Clan names of Madumo
Please help me with Mashaya clans names.
Khwayi-Khwayi,
Zitshi,
Ncobeni,
Mahl’ahlambe,
Inkomo inyenyusa umlambo
Iziduko zakwa Majavu, if you know Majavu clan praises, please add them to this blog by clicking here
Izithakazelo zakwa Mbombi… if you know Mbombi clan names or their history, please add them to this blog by clicking here
Izithakazelo zakwa Mpembe, if you know Mpembe clan names, you can add them to this blog by clicking here
Ralulimi Clan, Surname Meaning, Ralulimi Origin, Ralulimi History
The meaning, origin and history of Ralulimi surname is not listed.
This surname is prevalent in South Africa.
Click to add info about this surnameMathenjwa Clan Praises , Izithakazelo zakwa Mathenjwa:
Mathenjwa
Mgabadeli
Wena owagabadela inkundla kabulawayo
Dladla
Sishi
Gamula
Mageba
Ndabezitha
Wena ongayidli imbuzi ngoba usaba umsila obheke phezulu
Wena owakha umhlanga ekhaya abanye bewukha entabeni
Wena waseManyiseni !!
Abanye bazihaya kanje:
Mathenjwa β Ndabezitha β Mgabadeli β Mageba β naboNgwane β naboMacalane β wena owagabadela inkudla yakwaBulawayo β wena ongayidlβimbuzi wesaba umsila ukubheka phezulu,
βbathi bebone wena Ndabezitha besho bebone ubuyaya besilulu, lapho ijozi lidla ophansi lidla ophezulu!!!β
I want to know about roots of Coka