Izithakazelo zakwa Nhlangulela | Nhlangulela Clan Names
Gagase,
Mnyise,
Wena owanyisa inkosi ingasanyi,
Nowanqa,
Mdzepha,
Mathunyw’ avume,
Swati elihle elimhlophe,
Khuze!