clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: January 2021 Page 2 of 3

Izithakazelo zikha Mango 😍 Mango clan names

izithakazelo zikha mango
mango ndawonde mbokazi .ulwandle aluwelwa luwelwa izinkonjane ezimazuba zubani eyiphapha emafini

Malindzisa clan praises

Malindzisa clan praises
Malindzisa maphanga bonsele kalindumkhonto mngadikazi zinyane lentongomabasa lithi malibonumuntu lelulintami lithikubuhlunu is**de bantabami magwayigwayi ahamba ngamabili ahamba ngamathathu mngadikazi

Izithakazelo zakwa Mavundla

Izithakazelo zakwa Mavundla 😍 Mavundla clan names
Mavundla Mqadi Mjojo wakithi wakontinteka kozibi zishanelwa zibuya ziyakamkhwekazi olotsholwa ngezigengekazana. Bank’s amathuli mathuli asihlonzile, ahllonzwe uSomncidi wakagombotshane wakwaSdiyaa sonwabu sakwaMayiyeya owayiyeya intombi yakwaNzama yaze yathi ryakaMangweni ngata umona.

Izithakazelo zakwa Ngongoma hhay kwaNgcobo

Izithakazelo zakwa Ngongoma
Ngongoma, Mashiza, Mavela nina enavela enkomeni abanye bevela emuntwini, Gasela ngokugasela umuzi wendoda, sibiya ngenkomo abafokazana bebiya ngamahlahla, Bhovungane, Siphandla kaMbozane kaDumezweni Dobeyane

Izithakazelo zakwa Tsuari

Please email me izithakazelo zakwa tsuari on [email protected]

Nyawose Clan Names 😍 Izithakazelo Nyawose

Nyawose Clan Names 😍 Izithakazelo Nyawose
Nyawose
Mntungwa
Bhodlankomo
Dabile
lukhungo
“Nina enehla ngeSlulu niphethe ikhathazo nizokhathaz’ izifo nabaFokazane”

Gwaza Ka Mahlashane
Njubisa
“Nziph’ezinde azibhali ziyadendebula”
Nina basEmbo sizwe soMalayisha.
EMantungweeeeni!!
Uyadela Mntungwa Mzilikazi kaMashobane ,uzele Mabaso owabasa eNtabeni kwadliwa ilanga lishona.
Emahlokweni!!!!
Emboo

Chambale Clan Praises

Chambale Clan Praises
Chambale, wena Mabone, Khoza, sibade nyawo elikhulu, Ripanga, ohamba amazwe, owaselangeni, Cambale, Khoza

Ngema Madlokovu Clan Names

Ngema Clan Names 😍 Izithakazelo Ngema
Madlokovu
Ntusi Yenkomo
Wena wasengweni
Sithenjwa
Mngadi

Mbhamali Clan Praises

Mbhamali mveni tholeni nhlanhlampufu wena wasenyamazaneni, wena lowehla lubombo ngokuhlehletela

Disane Clan names

Disane Ngqumela , fakazi, sigcaba ngemikhonto emazibukweni , Zide , malahla umlisi, sidla singaxelwa, Njomose!

Page 2 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: