Vumase Clan
Skhumbane sengwe neNgonyama
Esahlula abeshuki, Mathula, Mboma ka Mqhele, Wena waseMadelakobha,
(Musaba bakukhabutha bakujishukela bakukhampametha) shangan.
Day: 16 March 2021 Page 1 of 2
NGICELA ukwazi isithakazelo zesibongo sakwa Silubane,bona ngathi bangamatsonga or sepedi speaking nation
Izithakazelo zakwa Maphalala
Iwuso, Mzilankatha, Nsele,ninabakwa Nkatha ayingeni endlini. ingangena kobhibha izingono kubantwana,nina enilima ensindesi abafokazana belima emagadeni,nina enaphalala ngokuxosha amagwala eyeumka nezinkomo zenkosi Wuso Mzilankatha Nsele Sonkwatha Njekuza !
Mpulo Clan Names
Mpulo
Geleza
Nomanzi
Sgidi
Mwelase
Sgwazi
Sbumbu khenkenene, esahlula matshekesthe ase mnambithi , kwaze kwasa esidikadika lutho kusiqeda
Nina eningaweli ngamfula eniwela ngempabosi zomfula