Makhubu Clan Names
Toka
Mbuyisa,
Makhubu,
Zombothe,
Makholo lamakhulu !
Month: April 2021 Page 2 of 3
MAWUNDU/YOTWANA/MAJUQULWANA CLAN NAMES
NDABA,VOLI,MTHIYANI,LUNZA LUNYE ANGABA MABINI UZE NALO KULONINA,SALAKULANDELWA DIDI OLUMNYAMA,SHAKA NGAMABHOBOZA NDLEBE,DULAZA BEDELA ZIBILINI ZAMADODA, MHLUNGU OLUHLAZA NJENGETSHE LOMFULA,NGABAWELA UMFOLOZI NO THUGELA AMANGWANE AMAHLE, MSHAYE UNDABA MSHAYE EKHANDA UMSHAYE NGETSHE KHONA EZODAMBA UMSINDO UMSUNU KA NINA, MATHUNGANA, SISIKHULUMA KATHETHI SITHETHA NAMABHOXWANA.salakulandelwa
Mtshali Clan Names
Magalela!
Hlabangane elimhlophe okwezihlabathi zolwandle
Magalela gase njengengonyama
Mantshinga ozilwane zimbili, ingwe nengonyama
Khondlo!
Njilo Clan Names
Njilo Xolo Dunywa ka Fayisa Mdlovu Bambisa Jiba ongadliwa Zinyoni zimudla ngoba zimsaba Mtshalala, Mzwelanga, Mbali, Nondabula, Danca, Zabashe Landela Sogcoba, Mzikiza Nombhedu, Sxhaphaxhapha Vundisa, Phenya Nobhala ngoZipho abanye beBhala nge Pensela Maphanga, Khawula Belesana KuyasoLwandle, Malandela olandelwa yimisebe yeLanga Malandelwa yiNtokazi ithi ngiZeke Thusi Liyabenya Mosongo oMsenge. Umlando weziBongo zakwa Njilo/Xolo uDabuka Kwa Zulu Natal eZingolweni in Port Shepstone
Madebe Clan Names
Mpinga, Mawawa, Bhalela, Sendile, Senzwa, Ngceza, Nto’mntwana, Ngwangwashwe, Mbetshana, Ntose, Sineka, Hlahla lamsik’ umuntu es*ndeni, Ngceza, Sintila, Nyaw’zinokushukela, mzukulu kaSityulu, Kheth’omthandayo, yazi bi’nobaya ifanelwe ngabafana.
Thabethe Clan Names
Madliwa
Nyamande
Nyamakayishe
Ishe ngokphephezela
Msunusengwayo Onjengethole
Wena owake wabona
Umsun usengwa
Gaduka!
Gonya Clan Names
Mnduna
Ngozini
Maphalala
Abanye bancishana kancane abanye bancishana kakhulu
Sbumbu esinqilinga singenalunza
Nkonka ogwaza ngazo zombili uma egwaza ngalunye luyaphuka