clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Day: 19 May 2021 Page 1 of 2

Izithakazelo zakwaMndaba

Izithakazelo zakwa Mndaba

Sobahle,
Makhunga kaNdunakazi
UPhongwana,
umntwana wenkosi,
UMadanga uhlamvana lubhula umlilo !

AmaQocwa

AmaQocwa o Zikhali o JoJo u Tiyeka U Butsolo Bentonga U Mabombo uBhizana UNopotyi iMbiza Encinci Eziphekelayo uBhiyo UMngxenge UMyolelwa.

Izithakazelo zakwa Sibaya/Lugojolo

Lugojo
Sibaya,
Gojolo,
Ncabande,
Mabuya la kungabuyi khona ndoda !
Luthango !

Izithakazelo zakwa SibandaSibanda History

Sibanda Clan:
Umlando wabantu bako Sibanda, they trace their history back to Tswana / Sotho ethnic group particularly Bataung tribe who occupied the Vaal river in the 18th century, later on King Mzilikazi and his people arrived in the Vaal river area and settled with the Bataung who subsequently became part of his people hence some of the Bataung clan names were mispronounced see the example below.

Tswana/ Sotho – Ndebele

Sebata – Sibanda
Tau Tona – Dawu Duna
Motaung – Mdawini

Izithakazelo/ Izibongo

Sibanda
Mdawini
Jamela
Vodloza
Umhlathi ongahlulwa yithambo
Isilo esadla safohloza okuseleyo sanyathela ngezinyawo.
Maqhoba
Dawu duna
Bhonga besabe Isilo esaswela amabala sayobikwa enkosini, inkosi yathi le
mayiyekwe ingena mabala ngoba ingonyama.
Ibhubesi uqobo
Jamela ngokujama phambi kwenkosi
Sokhela samadawu
Mhlakazi wezindaba
Bhonga besabe

By Mnqobi Sibanda

Izithakazelo zakwa Ndabandaba

Khathide! Mnyambo! Mphephethe!

Wena owadla nodadewenu wathi akananyongo akanamhlehlo, kanti akanamhlehlo unesibhakabhaka (unesibhabhakazana),

Wena wase Ngwedze neNgovuma Wena owawela Ingovuma (Ingwavuma) wafika ezitheni waqalingana walingisa insimu Idonda ukumila,

Mahamba Wena wenyosi
Wena owahamba ngomnyama wabuya ngonyezi, uhambe ngalunye eMbungeni ,

Mthumba onjengezingumba!

Sidlodlo!

Izithakazelo zakwa Ngayimba

I want to see my clan as xhosa person… if you know Ngayimba clan names or their history, please add them to this blog by clicking here

Mahlangu Bungela clan names

Bungle bokosi mlangatjakazi Malila angaka bethwa

Masimula clan

Masimula, boyana, biyela, Mnguni, Mnguni nkomo, mhlophe, Chinswayo, zambule, wena owagabha ngamashoba amabili ezinkomo abanye begabha ngezandla, wena owabamba impi esandlwane kwakhala abafazi babuya bethwele imikhono emakhanda bethi:we hhem myen, we hhem Myeni, Masimula…

Izithakazelo zakwa Ncikazi

Ncikazi, zitha, langa, tshapha, mathebula, jonas, ndima azilingani ezeyikhuthali nezamavila, nhloso yenkosi, nina baselangeni

Izithakazelo zakwa HlulaniHlulani Clan

Qwathi
Dikela
Noni
Ntswayibane
Sdindi
Nomatyala

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: