clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: May 2021 Page 2 of 4

Izithakazelo zakwa Xirindza 😍 Clan

If you know Xirindza clan names or their history, please add them to this blog by clicking here

Izithakazelo zakwa MguliMguli Clan

Mguli
Sondisa !
Mboyisa !
Mvemyama !
Inziphoziqhwayilanga !

Izithakazelo zakwa Dawu

Dawu,
Sibanda,
Sibunga!

Izithakazelo zaka Hobe | Hobe Clan

Hobe, msabeni, masinga, shobane, ninabokulobelamati ningalompeli lishumi nilobela kuhalanta!

Izithalazelo zakwa Mabaleka

if you know Mabaleka clan names or their history, please add them to this blog by clicking here

Izithakazelo zakwa NxongoNxongo Clan

Nzimande kaLanga
Sonani, asoni lutho sona ngomhlambi wezinyamazane kuphela.
wena kaJojukhalo
Mphephethwa
Mpohlo
Mathithibala
Matsholo
Maweni

Isibongo uNxongo singumfakela, isibongo sangempela Unzimande. Isizwe sakwaNxongo sidabuka kwaNongoma phansi kwentaba iNxongwane, ngesikhathi sezimpi kwabakhona isimo esaphoqelela ukuba makushintshwe isbongo sethu uNzimande kube uNxongo. Kuthena ngalesosikhathi sobunzima bezimpi isizwe sakwaNxongo sibe sesiyozinza emthonjaneni(Melmoth) kanjalo naseNgoje(Vryheid). Kuthena ekuhambeni kwesikhathi sabe sesisalala sonke isifundazwe wakwaZulu ikakhulukazi enhla naso. ngyabonga maNzimande amahle.

Sereto sa ga Molekwa

Molekwa, if you know Molekwa clan names or their history, please add them to this blog by clicking here

Izithakazelo zakwa Shude

Shude
Mbeny’eziklaklayo
Sevu
Nikwe
Mbelu
Mabhula
Vubeko
Ndekele
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela
Mkhont’uyavutha

Izithakazelo zakwa Magongwa | Magongwa Clan

Magongwa
Letebele lekonkwane
Magorometsha owagorometsha
Amadoda ngaseliweni
Wena sitsha singadleli
Kwathi kwahlala nyama yabola
Mbokodwana yadigomo litebele

Izithakazelo zakwaMndaba

Izithakazelo zakwa Mndaba

Sobahle,
Makhunga kaNdunakazi
UPhongwana,
umntwana wenkosi,
UMadanga uhlamvana lubhula umlilo !

Page 2 of 4

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: