clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Day: 21 October 2021

Ndinisane Clan Names

Izithakazelo zakwa Ndinisane
Zwane,
Mangethe,
Nsele,
Zikode,
Cebekhulu,
Mabaso !

Mbazini Clan Names

Mbazini,
Malokotha,
Shingose,
Mlenzelenze,
Bhomini,
Ngidi kaHlomuka
Nina Eningaloboli Ngenkomo Zamandlenu Nilobola Ngezodadewenu !

Izithakazelo zakwa Tshona

Tshona Clan Names

delwa ka ndaba

ndaba zase mzini

sobose

Manci

ndebevu

Izithakazelo Zakwa Phakathi,Β Phakathi Clan Praises

Izithakazelo Zakwa Phakathi,Β Phakathi Clan Names ,Β Phakathi Clan Praises
Nina bakwaMthent’uhlabausamila
BakwaJuqulodlamahleza
BakwaNyoni kaMamasiyephi
Ibuye noNgce eSibgubudu
Yathi Mamase phumungicombele
ZinamanyayezakoSozayi
Zibuye nembewisaphethwe
Nina bakwaMthonguthongwana
UmuthodlamaNyanyambeya
Nina bakwaSigagu
Nina bakwaZikhethankomo
Nina bakwaMhlambushiyanukwayusa
Nina bakwaNdamase wasekuYeyeni
Nina bakwaLanga liphume ladela
Lakhumbuyamanyamayanga
Laze lakhumbula koMafuya
Nina bakwaMlotshwa
Nina bakwaSambane!

Wushe Clan Names

Wushe; Masinda ngonwalu abanye besinda ngobulongwe

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: