clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Month: September 2022 Page 2 of 9

Izithakazelo zakwa Mncibi πŸ’™

Shamase,
Ndonga,
Kwala yenkosi!

Clan names for Sibe Payuke

Please provide clan names for Sibe Payuke.Thank you

The Delwa Clans πŸ‘‘Β 

Gamdane,
S’hayo
Ntindi laseNtuzuma
Delumbuso
Xongo
Khandakhulu nina enakhishwa ngenoni emgedeni
Sfuba zimbili esinye samanga sinye seqiniso
Mqungeba Xongo !!! πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™Œ

Magobholi KaMrhetjha

Magobholi sgobo esidhe sakho nomagenge ingobho nazimbili ziyagobolana. Ngeze saba abo tjezi zka’kubule ngu kubule imizila yamaDoda ngeze saba abo magidalitja ama ngulungulu wama vutha ama vutha anekani khull ngeze iqina elima vuko mambi I qina ela gadanga umuzi wakwa Sobongwe wabola. Sthubesdala u magobholi mtontjana osehla kwendubezana I ndoda igwasela I bodla iborho umfazi angawsela angabintjidela uke wawsela umka nakwabo wabinjidela. Yizipo lime a limkoboli lingawa phanda ama tumbu we ndoda like lwawa phanda ama tumbu wendodaπŸ‡²πŸ‡±πŸ‘‘πŸ‘‘πŸ‘‘πŸ₯‚

Ngcatha Clan Names

May I have Ngcatha clan names please.
If you know Ngcatha clan names or their history, please add them in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

.

Maziba Clan Praises , Izithakazelo zabo

Maziba, πŸ’›
Sisebe, Sibololo,
Gabisa lowagabelela Manguni njengemathanga.
Bafazi abanikhwele kakhulu,
Nani madoda khwelani bafazi benu.
Maziba lowaziba sibumbu.
Nine basegungwini, baphumi belihlathi
Sibolobolo !!! πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™Œ

Izithakazelo zakwa Nhlanhla

Nhlanhla,
Mzilankatha, πŸ™Œ
Mncube lonsundu nezinyawo zakhe,
Mfaz’omabele made owamunyis’umtwana phesheya kweLigwa neMpofana, Shiyampahla ziyempahleni,
Dung’amanzi !!! πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™Œ

Izithakazelo zakwa Mhoni | Origin

Mhoni clan names

Mshinda,
Gonamazwe,
Mhoni clan origin:
The Mhoni people orginated from Malawi.

Mbotshwa clan name

It’s a Xhosa or sesotho surname

Izithakazelo zakwaKhanyeza

Ngwane

Bhengu

Shongololo

Ngcolosi

Dlabazane

Malala alala nomunwe endunu

Avuke ekuseni awuncinde akhwife ilanga

Nina enigeza ngobisi abanye bengeza ngamanzi

Jali

Imvelaphi yabakwaKhanyeza:
Abantu bakwaKhanyeza kusengabantu bakwaNgcolosi (Bhengu) , bakanye nabakwaJali

Page 2 of 9

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: