clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Month: November 2022 Page 2 of 3

Izithakazelo zakwa Nombika

Nombika Clan Names :

Nombika, Gasela, Sjongo, Nhloko zinde zingangabayeni KaNzawule KaMchumase KaNomachwane !

Ndokweni Clan Names

Clan Names and History

Sincume, Ndayi, Mbidamkhono, Nyama kayivuthwa ivuthwa ngokuphephezelwa

Izithakazelo zako Jubane πŸ’›

Majubane, Damane, Mvalo, Mahlabane
Lonkosi onganyathikazi, Thubane KaMyeni,
Mgoqo ovale izintombi zenkosi zisiya
Kwazulu, Mvalo ongotshana, nina bakwa
Donda weziziba ngomthwalo wakwa Mabaso
Nina enayala ukubusa ngamabomo nathi akubuse isigwegwe sika bingweni, Bantwana benkosi,
Nina enembatha isikhumba ngasoboyeni
Amanye ama Ntungwa esihlanekela
Mgoqo Sobuyase, Damane Mantungwa amahle
Makhosi amakhulu zinkosi Zama Nala
Ndabezitha ! πŸ™ŒπŸΎ

Izithakazelo Zakwa Mabhida

Mabhida, Julaz, Sgwaza ka Schoko Mabhala Ngozipho Abanye bebhala ngepensela, Dambuza mthakathi, Injulala eyadla amahleza asobindini !

Mlungwana Clan Names

Mlungwana, Gubanca, Bala le nkomo, Nxurhebe, Nako-nako nox’ engenzanga nto, Mchebe, Bhalani, Bhalela esendeni ngenxa yokwenqena idesika, Tshutsha.

Bila Clan Names

Bila,
Mashimbye,
Langeni,
Ri pela ri nga byeriwanga hi munhu.
Mhlahla ndlela !

Nyathi Clan Names

Izithakazelo zakwa Nyathi:

Nyathi, Budede, Nokhonz’ingonyama, Mbayela, Ndawonkulu, Vumba, kaNtibani, Zithebe zimanangananga yinyama

Izithakazelo Zakwa Mabhida

Mabhida, Sgwaza, Julaza, Choko, Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela, Dambuza, Mthakathi, Injulala eyadla amahleza asobindini….
thina endlin kamnqolo zikanje ngyazi abanye baba nokudideka ezithakazelwen zakwamabhida isikhathi esiningi kubizwa amakhehla ngokwezindlu ingakho ziba ngath zinokuhluka kodwa munye mabhida jikelele !!! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ

Msizazwe clan izithakazelo

Msizazwe,
Gayisa,
Nyathi kaBudede,
Mbokodo ebovu egaya icumsa,
Khesi ! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ

Mabena Clan Names

Mabena!!! Mbuduma!!! Ncagu!!! Sibindi!!!Mtungwa!!!Mavula!!! Somlokothwa!!! Silamba!!! Nala!!!Sigwegwe sika bingweni!!!! Siphuthunya esa phuthunya amanye amadoda bathi nagu nagu noma kungasuye!!!
Inkunzi emanxeba nxeba
Eyagwaza zonke kodwa ayaze yaphec’ intamo
Mathunda kuzalw’ amaduna ezinye zithunda kuzwale ensikazi!!!wena ewangena esizibeni neskhuni suvutha waphinda waphuma naso Sisa vutha inkunzi yomago!! Inkomo engenasibaya!! Wayi valela ezakuhlolela!!inkomo ekhamba ngesiyenve!! Nkomo Irarha genyawo zombilli!!Sibetha sbhuku esabetha amakhosi nama khosana
Ndlondlobala mdlomdlomu omnyama wakwa mnyamane
Nethezeka nsika yendlu yakwa Ndebele!!!
Godonga, msundulamunye!! dlulumithi!! Mtungwa we zembe mbuduma manala ncagu sibindi silamba somlokothwa Ngwenyama !!! Dabezitha!!

Page 2 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: