Thango, Mkhondolo, Mvinjane, Mgabhee, Mashokombelaa, Ngozomnyama!
Search results: "Abakwa Thango" Page 1 of 2
Ntshangase History & origin: Abantu bakwaNtshangase kanye nabakwaBiyela bavela emzini wenkosi uNdaba indodana kaMageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane kaMnguni kaGumede. BangaMantungwa Nguni, njengabo abantu bakwaZulu(isibongo). UNdaba wayenemizi yakhe eminingi, kodwa ngemibili eyagqama kakhulu. Owokuqala kuseMqekwini. Lona kwakuyiwona muzi omkhulu. Yilapho kwavela khona inkosi uJama(uyise kaSenzangakhona owazala iLembe) nabafowabo oNkwelo noMhana ababebalulekile embusweni wakhe uJama kaNdaba. Umuzi […]
Ntshangase Clan Names π Ntshangase History Abantu bakwaNtshangase kanye nabakwaBiyela bavela emzini wenkosi uNdaba indodana kaMageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane kaMnguni kaGumede. BangaMantungwa Nguni, njengabo abantu bakwaZulu(isibongo). UNdaba wayenemizi yakhe eminingi, kodwa ngemibili eyagqama kakhulu. Owokuqala kuseMqekwini. Lona kwakuyiwona muzi omkhulu. Yilapho kwavela khona inkosi uJama(uyise kaSenzangakhona owazala iLembe) nabafowabo oNkwelo noMhana ababebalulekile embusweni wakhe uJama […]
Mthethwa! Khubazi! Nyambose! Mbekane! Ndunakazi! Ndlovu! Madango! Xaba! Khayi! Jobe! Shangana. Dingiswayo. Mmbiya. Mlandela! Sitimela! Nina basezansi Nina basemaganwini Nina basemachibini. Isizwe sakwaMthethwa esesibizwa ngoMthethwa sisukela kuKhubazi owazala uNyambose, uNyambose wazala uMthethwa/Mbekane okunguyena isizwe esagcina sibizwe ngaye. Wazala uNdlovu/Ndunakazi, uNdlovu wazala uMadango, uMadango wazala uXaba, uXaba wazala uKhayi, uKhayi wazala uJobe eNdlunkulu. UNomagaga kaKhayi! Umkhontβ […]