Abakwa Mbatha kusengabantu bakwa Shandu, MBEJE, Dladla. Lababantu babakhe eMangeni ngase Nkandla okwathi muva inkosi yabo uNdaba ka Sontshikazi wathuthela eNhlazatshe ngase Vryheid nesizwe sakhe. Kulapho azalela khona oMbeje, Dladla no Shandu. Lendawo bayithanda ngoba yayiseduze kwabahlobo babo bakwa Zulu e Babanango kanti iseduze komfula iMfolozi emhlophe kanti futhi neNtaba iNhlazatshe inechibi elingomi lapho imfuyo […]
Search results: "Abantu Bakwa Mbatha" Page 1 of 8
AbakwaDlamini bangama Nguni aseMbo ngokwezigaba zamaNguni. UMSUKA WABO BAZE BAFIKE ESWAZINI Ngeminyaka yawo 1500 babeseKenya behlala khona base befuduka njengabantu bonke behlela eMozambique, kodwa bahlushwa ngamaPutukezi khona, base basuka baya kwaNgwane ngeminyaka yabo 1600. Kathi ngeminyaka yabo 1700 base begcwala amazwe onke njengoba bebaningi eZimbabwe, eMzansi nasezindaweni zonke. Bonke oDlamini umhlaba wonke bahlobene, Dlamini waseZimbabwe […]
AbakwaMdletshe: Abantu bakwaMdletshe baphuma kubantu bakwaMthethwa .Abantu bakwaMthethwa bangamaNtungwa angaMalala ngokwezigaba zabeNguni ,kodwa -ke ngokuhlakazeka kwabo kugcine abanye sebengamaNtungwa-Nguni .Nabo abakwaMdletshe sebengaMantungwa -Nguni ize bezalwa kwaMthethwa . Ukuvela kwesibongo sakwaMdletshe: Isibongo sakwaMdletshe sivele ngokuthi omunye wabafana bakwaMthethwa ekhulelise intombazane. Uma beyibuza ukuthi ngubani oyikhulelisile yakhomba lowo mfana. Abadala bakhona kwaMthethwa base bethi udla etsheni, lowo […]
Abakwa Mbatha baqhamuka ngokuthi inkosi usontshikazi wayembatha isikhumba sengwe nabantu bakhe bambatha ezenkomo kwase kwathiwa isema”Mbatheni” emzini Ka sontshikazi “IZITHAKAZELO ZAKWA “MBATHA” *SHANDU Ka ndaba *MBEJE *SONTSHIKAZI *USHANDU OWALIMA INSIMU ELIMELA IZINYONI ZASE ZIMUBONGA ZATHI “”TJIYO..TJIYO..TJIYO”