Clan Names, Meaning & History. Izithakazelo zakwa . Surname. Sereto sa . Iziduko zako .’s surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Search results: "Bhidi" Page 1 of 4
Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Izibongo zakwa Nqwababa: NkomoSithole senkomoNkundlandeSengwayoYengwayoMlotshwaMzalaNkosiMasondoNkundlankuluSonkomoseMbangowezizweKhaphelaPhapheMgoqiMgabhiMadlazithaMlotshwa olotshwa ngabafo labafokazanaMaqaqamba kusabele izintabaMzilomanziMzila awulandwa, ungawulonda uyazibambelelaSphaqa seNkunzi eluBhidi esenza amanyathela eNkosiXaba leNkunziMafinya ngolimiMageza ngochago abanye begeza ngamanzi !!
UMagqekeni ungomunye wabantu abawunothisa kakhulu umlando wabakwaSithole . Le nsizwa yabe iyisethenjwa nesilomo esikhulu seSilo saseMhlahlandlela iSilo uMzilikazi kaMashobana ,yayibuye ibe yinduna yomuzi waseGabeni owawakhe eTswenyane , eNorth West lapho kwake kwazinza khona iNkanyamba yaseNdinaneni (iSilo uMzilikazi) ngaphambi kokuba ifudukele lapho sekuseZimbabwe khona ngeszathu sokumiswa kabi ngamabhunu kaHendric Potigietier (uPoti). Uyise kaMagqekeni uMagogo wasala empini […]