Iqhina liphume embizeni kusho ukuphunyuka kwento/umuntu okade esebanjiwe iqhina uhlobo oluthile lwenyamazane imbiza lana kusuke kukhulunywa ngabantu abasuke belikakele bavula iskhala sokuth liphume khona bazolishaya kahle lona nje livele lingaphumi lapho lithole enye indawo libaleke.