clan names πŸ‘‘ history

izithakazelo

Search results: "Mdunjana"

MDUNJANA Clan Names & Family History | Umlando

Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Mdunjana Surname History

Umlando omfushane wakwaMdunjana.  Umdunjana waphuma eDoornbrook. Udabuka esibongweni sakwa Machi. Uzalwa uJolwayo owazala amadodana amabili okungu Mithini noMbusi.  Umithini washada wayokwakha endaweni yakwaMachi Eharding wafike watshala amadumbe amaningi athi uma enze umsebenzi bathi abantu “saze sabusa esdunjaneni”,  Kwangcina sekuyisibongo. Umdunjana wafika lapho wazala amadodana amahlanu. okungo: Okowo, Bhujusi, Osentonga, Uziga noOwakhe. Bonke laba abahlanu sebenesizukulwane […]

Izithakazelo zakwa Mdunjana Clan Names

Denza, Lawu, Xabanisa abantu belungusi, Sdununu sensingizi emnyama ebika izulu ukuduma, Nobangela, Lisela, Magoba, Mbusi kaJolwayo !

Imvelaphi yabantu bakwaMachi nobudlelwane noNgesi nezinye izibongo zakwaMachi

UMachi uzalwa Msuthu, kaNtamonde, kaSabela, kaHenga. Bavela eLusuthu. UMachi uMagoba inkosi eyabusa ngemuva kukaMachi. Inkosi uMagoba yayinamakhosikazi amane. Izindlu zawo kwakukhona eyakwaMhlamvu kankosikazi endala kulandele eyakwaMjaja, eyakwaNgesi kanye neyakwaMdunjana. Ngakhoke uMhlamvu, noMjaja, noNgesi, noMdunjana akuzona izibongo, kodwa amagama ezindlu zesithembu senkosi uMagoba. Siyazi ukuthi izibongo kwakungamagama amadodana endoda. Yingakhoke kungezona izibongo ngoba kwakungamagama ezindlu, hhayi […]

β“’ 2025