Izithakazelo zakwa Ngongoma Ngongoma, Mashiza, Mavela nina enavela enkomeni abanye bevela emuntwini, Gasela ngokugasela umuzi wendoda, sibiya ngenkomo abafokazana bebiya ngamahlahla, Bhovungane, Siphandla kaMbozane kaDumezweni Dobeyane