clan names πŸ‘‘ history

izithakazelo

Search results: "Nomlando Khumalo" Page 1 of 2

Izithakazelo nomlando wakwaKhumalo

Izithakazelo nomlando wakwaKhumalo Abantu bakwaKhumalo bangaMantungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni , babuye babe ngaMantungwa kaMbulazzi ngokobuzwe . Lesi sibongo sakwaKhumalo siyindlu encane yaMantungwa kaMbulazi , indlunkulu eyakwaMabaso . U-Mntungwa indodana kaMbulazi wabe enamadodana amabili ,u-Mabaso kanye nomnawakhe u-Khumalo . Umuntu esiqala ukuzwa ngaye kulesi sibongoΒ  sakwaKhumalo nguye u-Khumalo owayeluqhamukise enhla nezwe ekanye nomnewabo u-Mabaso .Laba bantu […]

Izithakazelo nomlando wesibongo sakwaNyandeni

Izithakazelo nomlando wesibongo sakwaNyandeni Abantu bakwaNyandeni babekade bengabaNtungwa bakaMbulazi ngokobuzwe ,bengabakwaKhumalo . UNyandeni okwaqanjwa ngaye isibongo wabe engenye yamadodana kaMashobana ,engumnewabo Mzilikazi ,Nzeni , Ntshembeni nabanye. Isibongo sakwaNyandeni sakheka ngemuva kokuba kuxoshwe uNyandeni kwaKhumalo ngesizathu sokukhulelisa omunye wodadewabo.  Lokho kwaqala samkhuba wokusoma kodwa kwahamba kwahamba izingane zagcina zikhulelisene. Umkhuba wokusoma kwakuwumkhuba othinta ucansi noma ngithi […]

Izithakazelo nomlando wakwaJele

Izithakazelo nomlando wakwaJele Abantu bakwaJele bangabeNtungwa ngokwezigaba zabeNguni . Ukhokho wabantu bakwaJele nguPhahla owabe eliwele noGumbi bezalwa kwaQwabe . Ngakho-ke abakwaPhahla , abakwaJele kanye nabakwaGumbi bayizihlobo zegazi . Ngenkathi iSilo u-Shaka sihlanganisa izizwe umuntu owabe egqame kakhulu kwaJele nguZwangendaba kaJele , u-Jele nguyena okwaqanjwa ngaye isizwe. U-Zwangendaba wabe engomunye wezinduna zenkosi u-Zwide kaLanga . Ngakho-ke […]

Izithakazelo Zakwa Sibisi Nomlando Wabo

Izithakazelo Zakwa Sibisi Nomlando Wabo: Sibisi! Mahlase! Wen’ obhincis’ umuntu ngojojo Abanye bebhinca ngobuhlalo nobusenga Gumede! Izibisi zikaSishaka Mlom’ obomvu namachwane azo Bhovugana! Izingubo zokwembatha zikaZulu ezidla uselwa. Onkomo inezitho ezinhlanu, othanda ukuhlephula kwasayo kodwa kungapheli. Wen’ osilevu side singange sempongo. Izibisi zomshayi wodaka kuvele amanzi, kwavela uPhongolo Mlotshwa! Mncube! Nomashila kaMbango Nsuku kaMagawula Mavela! […]

Page 1 of 2

β“’ 2025