Search Results for: bhuqa
Inkinsela yaseMgungundlovu
Inkinsela yaseMgungundlovu iyinoveli yesiZulu yakudala kaSibusiso Nyembezi, eyashicilelwa ngo-1961, ekhuluma ngeqola laseMgungundlovu uNdebenkulu elizama ukuqola abantu basemaphandleni ngezinkomo zabo. Le noveli isebenzisa ukubhuqa ukuze igxeke ukwamukelwa ngokungagxeki kwezimiso zesiNgisi kanye nenkohlakalo yabantu abaphakeme, ikhombisa ukuthi amacebo amaqili abonwa kanjani yisizukulwane esisha, esifundile.
Izithakazelo zakwa Khanyile clan names & history
Khanyile surname clans names:
Ngwane,
Mabhuqa
Zikode,
Mahamba kancane sogodi,
Ndwandwe,
Mthiyane!
Co-founder of Thebe Investment Corp in 1992. Director at Shell South Africa, Vodacom SA, and FX Africa Foreign Exchange. Former Chairman of Santam Ltd (2012-2013, 2018-2021) and JD Group Pty Ltd. Holds undergraduate degree from University of Birmingham.
Winner of the 2019 Ithala Business Achievers Entrepreneur of the Year Award, receiving R100,000 towards her business.
Nkanini clan names & History
Izithakazelo zakwa Nkanini
Nkanini, Khanyile, Luvuno Nina enivuna ebsika abafokazane bevuna selibalele, Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, Ngwane, JAMA kaSjadu, mawela umfula ugcwele izingwenya ngoba uthi ifela khona enkanini, Linda mkhonto, Mangethe, Nina bakwamatiwane, Omwelase abangawelanga ngaziziba abawela ngezimpambosi zomfula zasodumase. Langa ongenandlebe angaba nayo weza nonina, Shalashala elihle elithi ukuvuma ngokulandula, Mabhuqa, Sogodi, Mashaya umuntu aphindele la asuka khona, madla isinkwa esinothotho!