Clan Names, Meaning & History. Izithakazelo zakwa . Sereto sa . Iziduko zako . ‘s surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Search results: "hi" Page 1 of 77555
GOMBELA CLAN NAMES: GOMBELA, Mbandlwa, Nabane, Ndlovu, Ngqokwe, Mbekiswa Mabhilwa, Nina enachela igazi ngomlomo, Sishingishane esabuyisa abafazi ekuthezeni, Mgwaqazi izinkomo zabuya esphondweni, Nina abakazindlela zinomswane, Nina enahlabisa amadoda qede niwayeke, Dazela, Nontshiza, Nina enakhaba, indlala kwavela inala.
Inzalo ka Mhlanga isabumbene yayibizwa ngokuthi abeNguni baseMbo ngaphambi kokuthi ibizwe ngokuthi amaMpembe (abakaLanga) kungekabikho igama elithi amaSwati, amaHlubi, amaNdebele, amaBhaca, amaZulu noma amaMfengu. Ngesikhathi seMfecane, iningi lenzalo yakhe yabuthwa namaNdwandwe, amaNgelengele, namaZelemu. Nansi inzalo yama 1600 to 1800 kaMthi ongothiwa (Mthβongothiwa) kaSomdibela kaGobodwana (uqobodwane) kaNcobela kaMhlanga kaMpembe kaNguni. Fakathi Gagayi Gizani Jubaphezulu Khamba Kofana […]
Umlando wakwa Ncobela: Abantu bakwaNcobela bayinzalo kaMhlanga owake wazinza endaweni manje ebizwa ngokuthi iseSwazini. UNcobela kaMhlanga wayishiya indawo eyayakhele izizwe zabaMbo-Nguni nabeSuthu ngesikhathi sokubusa kwamakhosi okuqala ayesuka enkabeni ye-Afrika alibangisa eMpumalanga neAfrika agcina edlulela eningizimu ye-Afrika, emakhulwini ambalwa eminyaka emuva kokuthi isizwe sabaThwa esasakhele kulondawo sisusiwe. Abantu bakaNcobela kaMhlanga babekhuluma ulimi lwesiTekela olubuye lwaziwe ngokuthi […]