Inzalo kaMhlanga ivela kumaMpembe (abakalanga), ngenxa yokwanda kwayo isiyaganiselana nendlela ethakazela ngayo ayifani, yasabalaka kanje: eSwatini naseMpumalsnga, ngaphansi kuka Khabako eSwatini naKwaZulu/Natal, ngaphansi kwaNkosi(Dlamini) eMpumalanga, ngaphansi kukaMusi: Jali(Sikhosana), Ndzundza, Mabhena…nabanye KwaZulu/Natal nase Eastern Cape: Gwacela , Ncobela, Jali, Sikhosana, Bhane…nabanye eMpumalanga naseMozambique, bamdibi munye noManukuza noMthonga:Dabuka, Dube…nabanye eZimbabwe, bamdibi munye noMzilikazi kaMashobane kaKhumalo: Khebesi, Mavuso, […]
Search results: "langa" Page 1 of 445
Inzalo ka Mhlanga isabumbene yayibizwa ngokuthi abeNguni baseMbo ngaphambi kokuthi ibizwe ngokuthi amaMpembe (abakaLanga) kungekabikho igama elithi amaSwati, amaHlubi, amaNdebele, amaBhaca, amaZulu noma amaMfengu. Ngesikhathi seMfecane, iningi lenzalo yakhe yabuthwa namaNdwandwe, amaNgelengele, namaZelemu. Nansi inzalo yama 1600 to 1800 kaMthi ongothiwa (Mthβongothiwa) kaSomdibela kaGobodwana (uqobodwane) kaNcobela kaMhlanga kaMpembe kaNguni. Fakathi Gagayi Gizani Jubaphezulu Khamba Kofana […]
Clan Names, Meaning & History. Izithakazelo zakwa . Sereto sa . Iziduko zako . ‘s surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Mtolo, Dlangamandla, Mchenge, Bhanekazi, Vumbalempongwe liyanuka, Nozulu!