Makhubalo Clan Names & History

Izithakazelo zakwaMakhubalo Izithakazelo zakwaMakhubalo asikazitholi kodwa lesibongo sihlobene nabakwa Mbatha, Mthethwa kanye nabakwa-Dladla. IZIBONGO ZASEMAMBATHENI: 1. Mbeje. 2. Dladla(Dhladhla), Kweyama, Vezi, Mgabadeli. 3. Mbatha(Mbata), Mbatheni, Mbathane. 4. Shandu, Tshandu, Chandu, Ndabezitha-spelling depends on region/place one comes from. 5. Nsibankulu(Ntsibankulu)-not Lusibalukhulu=Dlamini. 6. Mlotsha(Mlotshwa)-not emaNcubeni. 7. Makhubalo (Makubalo). 9. Mnembe. 10. Mangcengeza. 11. Khali. 12. Mngeni. 13. … Read more

Imvelaphi yakwaBhengu ๐Ÿ˜ Bhengu surname origin

AbakwaBhengu ๐Ÿ˜ Ngcolosi UMUNTU wokuqala ongukhokho wabantu bakwaNgcolosi nguSongololo. Yena wazala uLusibalukhulu, uLusibalukhulu wazala uDlabazana ozala uBhengu. Kokhokho babantu bakwaNgcolosi igama likaBhengu laduma kakhulu laze lagcina seliyisibongo kuze kube namuhla. Esend*ni likaBhengu kwavela uNgwabini, uNgwabini uzala uLamula. Nazi izihasho zakhe uma egiya: uLamula bonyanga! Kuyophelโ€™ amabele sidlโ€™inyama. NabakwaJali bangabakhona kwaNgcolosi. Maningi amaqhawe avela kubo aziwa … Read more

Izithakazelo zakwa Dlamini Jama Clan Names

Izithakazelo zakwa Dlamini Jama Lusibalukhulu, Malandela ngokulandela izinkomo zamadoda Jama kaSjadu, Nkomo zidla ekhaya ngoba zeswele abelusi Mdlovu, Magaduzela, Magwenyane, Nkosi, Mzizi Mdineka, Nyanya, Msuduka Inkonekaz’evele ngobusw’emgedeni. USamkethe, esinembay’emaLangeni, UMswazi kaSobhuza Sgwinya mkhonto notho lwaso Wena owaFodo ka Nombewu kaNomagaga Wena wase Dlebe Mfolozi emnyama inkethabaweli, Nyanya Mabonel’empunzini, Mlangeni wena ka Miso (Misizwe) Mgoqo ovimbe’sangweni … Read more