Magqekeni Sithole History // Umlando

UMagqekeni ungomunye wabantu abawunothisa kakhulu umlando wabakwaSithole . Le nsizwa yabe iyisethenjwa nesilomo esikhulu seSilo saseMhlahlandlela iSilo uMzilikazi kaMashobana ,yayibuye ibe yinduna yomuzi waseGabeni owawakhe eTswenyane , eNorth West lapho kwake kwazinza khona iNkanyamba yaseNdinaneni (iSilo uMzilikazi) ngaphambi kokuba ifudukele lapho sekuseZimbabwe khona ngeszathu sokumiswa kabi ngamabhunu kaHendric Potigietier (uPoti). Uyise kaMagqekeni uMagogo wasala empini … Read more

Maduna clans complete

Maduna, Msuthu, Gubevu, Nokhala, Jiyane, Mpungushe, Mandlamakhulu, Svunguvungu esawisa indoda emahlangeni, Imamba ka dindini ngoba ngimesabile, Unokhala owawela ngempelazo eyaphalazwa ngamadoda, Maduna omuhle ngekhala lakhe, Isilo esimadevu emlonyeni, Nkancula emabalabala njenge ngwe, Nkomo ezingqumunga azibuyi emzini xa kulotsholwe ngazo, Ngubo engcuka !!

Maduna Clan Names & History

Maduna, Nokhala, Msuthu, Gubevu, Jiyane, Tiba, Salathiso, Nkabinde, Salakulandelwa, Mvelase, Nondunduzela, Nozobotheka ukuthetha, Mpungutye engenamngani, Mandlamakhulu, Sivunguvungu esawisa indoda emhlangeni, Mlambunqolintaba, Gubevu elihle ngempumlo yalo, Gubevu elaqengqeleka kwiintaba zoLundi, lawela umlambo iThukela libhinqe ibheshu, Khala-khulu lokulumla abantwana koonina, wena wawela ngempalazo eyaphalazwa ngamanye amadoda, Madun’edakeni!!! Isilo senu yiNgwe !