Clan Names, Meaning & History. Izithakazelo zakwa . Surname. Sereto sa . Iziduko zako .’s surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Search results: "mchwayo" Page 1 of 2
Langa, Sothole, Zikode, Mashiyabantu, Wena kasbhudukazana zavuka zamnyathela, Skhotha somlalane esisha singapheli, Mchwayo, Ngwane, Okasdumaza, Wena owasemlanjweni !
Mangethe, Cebekhulu, Mbengo, Mbambo, Mungwe, Phikelela, Nsela, Ndabakansele, Zikode, Nsele, Mafu, Mthayi, Mgabhi, Mhlaba, Mchwayo, Ntshosho, Cengesi, Thinta Abanye bazikhumbula kanje IZITHAKAZELO ZOMBAMBO Mageza ngobisi lwenqu… yabafazi bamanye amadoda, abafakozana begeza ngamanzi, Ubambo kaludliwa ngabafokazana, ludliwa umlandokazi, Mbiko, Mkhemezela, khethwayo, Jangaza, Bhubhu kaNdaba, Goba ngokugoba amadolo, Mbambo kaLushozi kaMomoyi ka Mandlovu.
Imvelaphi yabakwaZwane Abantu bakwaZwane bangabaseMbo, okusho ukuthi bayazalana nabakwaDlamini,Ndwandwe,Shabalala,Mkhize namaHlubi. AbaseMbo babehlala bonke eNatali, okwathi abakwaDlamini Nkosi uma sebehamba bewela uPhongolo bahamba nabakwaNdwandwe, beholwa uNgwane 3, kanti kwaNdwandwe babegolwa uLanga kodwa wajika futhi uLanga wayokwakha eMagudu, kwathi uNgwane yena wakhothamela eMbilaneni endaweni yakwaNyamane eSwazini namuhla. AbakwaZwane bona kabazange basafuduka nabahlobo babo ukuya eSwazini. Abantu bakwaZwane […]