πŸ’›

izithakazelo

Search results: "menzi ngobese"

Izibongo zamaNguni Nguni Clan of South Africa

B Bhembe: Mashinini, Guliwe Bhengani: Singo, Nyambawu Bhengu: Ngcolosi Bhuyeni: Sigwaxa Biyase: Khathini, Ziqubu Biyela: Ntshangase, Menziwa Blose: Ndelu, Shinga Bophela: Hlomuka, Ngidi Bukhosini: Mtshali Buthelezi: Shenge, Sokwalisa C Caluza: Mnguni Cebekhulu: Linda, Nsele Cele: Ndosi, Khumbuza, Dubandlela Chamane: Nzama, Wosiyane Chili: Mthuli, Ngwenya Chiliza: Mdunge Chonco: Gambushe Chule: Nxele Cibane: Shongololo Cindi: Mahlaba, Mashinini […]

Impi yaseSandlwana

Uma sikhuluma ngempi yaseSandlwana kudingeka sazi ukuthi inhlosonqangi yabahlaseli kwakungukuqeda uMbuso woBukhosi bukaZulu owawusasele eNyakatho yoThukela noMzinyathi, ngaphansi kweNgonyama uCetshwayo eyaqala ukubusa kusukela ngowe-1872 kuya kowe-1879. Ukuhlasela uMbuso wamaNgisi wakwenza ngokusebenzisa amasu kangqondongqondo wezempi eChina, uSun Tzu, oncwadi yakhe yashicilelwa ngowama-400 singakaFiki isiKhathi sikaKrestu . Le ncwadi ethi: The Art of War yase ihunyushiwe yashicilelwa […]

Izibongo zeSilo Zwelithini kaBhekuzulu

Izibongo zeSilo Zwelithini kaBhekuzulu INdlondl’enophaphe’ekhanda Ndaba kawulalele lomunt’omemezayo Umemeza sengathi uyakhala Ukhal’isililo Uth’igula likaJama lichithekile Lichithwa yiNgwel’endala Ngeyakithi kwaMalandela Ubesibindi Buthelezi Ngokukhuthazel’umtakaNdaba Bemthuka bemcokofula Bethi uZwelithini kayikubusa Kayikuba Nkosi Kanti bamgcoba ngamafuth’empepho Yakithi kwaMalandela USodidase! INkonyan’encane kaNdaba Edid’imibala Umphikelele wensizwa Ngo,ephekele’amadod’akwaZulu Esephelelwe ngamandla UMaphokophela longay’insizwa Eyisinikinikana Engabubende bezingwe Nobezingonyama Ogijime ngandlelande Ngal’uvivi Eya kwadadewab’Nonhlanhla Nani […]

Amangwane, Hlongwane, Khanyile

Hlongwane Sangweni, Ngwane, Masumpa, Ngwadi, Matiwane, Masingasileka, Nduku Zinobulongwe, Ngwane ongaweli ngezibuko owela ngezimpambosi zomfula, Zikhali azilingani nezama xhegwana, Mdungude, Siyane, Nqobokazi, Songobese, Gwembeshe, Mzamo, Zikhali Khanyile Sogoni, Sthopho othi udlinkomo kanti udlimpisi, Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona, Mahamba kancane Sogodi, Phondo olukhulu olwavuma kwavuma amadoda, Shalashala elihle elithi ukuvuma ukulandula, Ntunjwa ka Langa, […]

Β© 2026