Clan Names, Meaning & History. surname info is currently not listed. If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.
Search results: "mhlane" Page 1 of 10
Angeke uhlale wenza okubi kwabanye kukulungela, uyoze uhlangane nontanga yakho ngelenye ilanga
Akukho qili lizikhotha emhlane: Kusho ukuthi noma ungaze uhlakaniphe kodwa ngeke wehlule bonke abantu.
Izithakazelo zakwa Mhlane, Mhlane Clan Names AmaNtlane adabuka eXesi (Middledrift). Isibongo sishintshe saba uMhlane ngesikhathi uKhokho wabo efika ehlala emishini (mission station) yamaWeseli (Methodist) eEdendale, Bude buduze nase Mgungundlovu (Pietermaritzburg) Izithakazelo zakwa Mhlane zithi: Ntlane, Nhlanga, Tsile, Gengeshe, Ngqabane, Mbabala ensunjwana eyavuka kungazingelwa yona. Mpondo zenkomo endala bangazibeka endleleni badlule bazihleke. Mgwenya obomvu ongaphesheya kweGqili. […]